NGOKUKALUKA 8

UJesu ushumayela ngemifanekiso 1 Kwathi emva kwalokho wayehamba imizi nemizana eshumayela ememezela ivangeli lombuso, benaye abayishumi nambili 2 nabesifazane abathile ababephulukiswe kubo omoya ababi nasezifweni: uMariya obizwa ngokuthi uMagdalena, okwakuphume…

NGOKUKALUKA 9

Ukuthunywa kwabaphostoli 1 Wayesebabizela ndawonye abayishumi nambili, wabanika amandla negunya phezu kwamademoni onke nokuphulukisa izifo. 2 Wabathuma ukushumayela umbuso kaNkulunkulu nokuphulukisa. 3 Wathi kubo: “Ningaphathi lutho lwendlela, naludondolo, nasikhwama, nasinkwa,…

NGOKUKALUKA 10

Ukuthunywa kwabafundi abangamashumi ayisikhombisa 1 Emva kwalokho iNkosi yamisa abanye abangamashumi ayisikhombisa, yabathumela ngababili phambi kwayo emizini nasezindaweni zonke ebizakuya kuzo yona. 2 Yathi kubo: “Ukuvuna kukhulu, kepha izisebenzi ziyingcosana;…

NGOKUKALUKA 11

UJesu ufundisa ngomkhuleko 1 Kwathi ekhuleka endaweni ethile, esegcinile, omunye wabafundi bakhe wathi kuye: “Nkosi, sifundise ukukhuleka, njengokuba uJohane naye wabafundisa abafundi bakhe.” 2 Wayesethi kubo: “Nxa nikhuleka, anothi: “…

NGOKUKALUKA 12

UJesu uxwayisa abafundi bakhe 1 Kwathi sezibuthene izigidi zabantu baze banyathelana, waqala ukukhuluma, ikakhulu kubafundi bakhe, ethi: “Xwayani imvubelo yabaFarisi engukuzenzisa. 2 Akukho okusitshekelweyo okungayikwambulwa, nokufihliweyo okungayikwaziwa. 3 Ngakho-ke konke…

NGOKUKALUKA 13

UJesu ufundisa ngokuphenduka 1 Ngaleso sikhathi kwakukhona abathile abamtshela ngabaseGalile igazi labo uPilatu ayelixubanisile nemihlatshelo yabo. 2 Waphendula, wathi kubo: “Nithi labo baseGalile babe yizoni kunabo bonke abaseGalile, ngokuba behlelwa…

NGOKUKALUKA 14

UJesu uphilisa efundisa endlini yomFarisi 1 Kwathi ekungeneni kwakhe ngesabatha endlini yomunye waba yizikhulu kubaFarisi ukuba adle ukudla, bona uqobo babemqaphele. 2 Bheka, kwavela phambi kwakhe umuntu othile owayenesifo samanzi….

NGOKUKALUKA 15

Okulahlekileyo: imvu, uhlamvu lwesiliva, indodana 1 Kwase kusondela kuye bonke abathelisi nezoni ukumuzwa. 2 AbaFarisi nababhali base bakhonona bethi: “Lo muntu wamukela izoni, adle nazo.” 3 Wayesebalandisa lo mfanekiso, ethi:…

NGOKUKALUKA 16

Umphathi ongathembekile 1 Wayesekhuluma nakubafundi bakhe, ethi: “Kwakukhona umuntu othile oyisicebi, owayenomphathi; yena wamangalelwa kuye ngokuthi uchitha impahla yakhe. 2 Wambiza, wathi kuye: ‘Kuyini lokhu engikuzwa ngawe na? Landa ngobuphathi…

NGOKUKALUKA 17

Izikhubekiso. Ukuthethelelana. Inkonzo 1 Wayesethi kubafundi bakhe: “Kungeze kwenzeka ukuba kungaveli izikhubekiso; kodwa maye kulowo ezivela ngaye! 2 Kungcono kuye ukuba itshe lokusila ligaxwe entanyeni yakhe, alahlwe elwandle, kunokuba akhubekise…