NGOKUKAMATHEWU 22
Umshado wendodana yenkosi 1 UJesu wathatha wakhuluma futhi kubo ngemifanekiso, wathi: 2 “Umbuso wezulu ufaniswa nomuntu oyinkosi, owenzela indodana yakhe umshado. 3 Wathuma izinceku zakhe ukubiza abamenyiweyo emshadweni; kepha abavumanga…