NGOKUKAMATHEWU 12

UJesu uchachisa umyalelo wesabatha 1 Ngaleso sikhathi uJesu wadabula amasimu ngesabatha; abafundi bakhe babelambile, baqala ukukha izikhwebu, badla. 2 Kepha abaFarisi bebona lokho bathi kuye: “Bheka, abafundi bakho benza okungavunyelwe…

NGOKUKAMATHEWU 13

Imifanekiso eyisikhombisa kaJesu 1 Ngalolo suku uJesu waphuma endlini, wahlala phansi ngaselwandle. 2 Kwase kubuthana kuye izixuku eziningi, waze wangena emkhunjini, wahlala phansi, uquqaba lonke lumi ogwini. 3 Wakhuluma kubo…

NGOKUKAMATHEWU 14

Ukubulawa kukaJohane uMbhapathizi 1 Ngaleso sikhathi uHerode umtetrarki* waluzwa udumo lukaJesu, 2 waze wathi ezincekwini zakhe: “Lo nguJohane uMbhapathizi; yena uvukile kwabafileyo; kungalokho lawa mandla asebenza kuye.” 3 Ngokuba uHerode…

NGOKUKAMATHEWU 15

AbaFarisi nababhali basolwa ngenxa yezimiso zabo 1 Khona abaFarisi nababhali bafika kuJesu bevela eJerusalema, bathi: 2 “Yini ukuba abafundi bakho beqe isiko labadala na? Ngokuba abahlambi izandla nxa bedla isinkwa.”…

NGOKUKAMATHEWU 16

Izibonakaliso zezikhathi nemvubelo yabaFarisi nabaSadusi 1 AbaFarisi nabaSadusi beza bemlinga bacela kuye ukuba ababonise isibonakaliso esivela ezulwini. 2 Kepha waphendula, wathi kubo: “Kusihlwa nithi: ‘Loba lisile, lokhu izulu libhejile;’ 3…

NGOKUKAMATHEWU 17

Ukukhazimuliswa kukaJesu entabeni 1 Emva kwezinsuku eziyisithupha uJesu wathatha oPetru, noJakobe, noJohane umfowabo, wakhuphukela nabo entabeni ende bebodwa. 2 Waphenduka esinye isimo phambi kwabo; ubuso bakhe bakhanya njengelanga, izingubo zakhe…

NGOKUKAMATHEWU 18

UJesu ufundisa ngokuthobeka nangezikhubekiso 1 Ngaleso sikhathi abafundi basondela kuJesu, bathi: “Ngubani omkhulu embusweni wezulu na?” 2 Wayesebiza umntwana, wammisa phakathi kwabo, 3 wathi: “Ngiqinisile ngithi kini: Uma ningaphenduki, nibe…

NGOKUKAMATHEWU 19

Ukuhlalisana kwabaganeneyo 1 Kwathi uJesu eseqedile lawo mazwi, wamuka eGalile, weza emikhawulweni yaseJudiya phesheya kweJordani. 2 Izixuku ezinkulu zamlandela, waziphulukisa khona. 3 Kwase kusondela kuye abaFarisi, bamlinga bathi: “Kuvunyelwe yini…

NGOKUKAMATHEWU 20

Izisebenzi zesivini 1 “Ngokuba umbuso wezulu ufana nomuntu ongumninindlu owaphuma ekuseni ukuqasha izisebenzi ziye esivinini sakhe. 2 Esevumelene nezisebenzi ngodenariyu* ngosuku, wazithumela esivinini sakhe. 3 “Waphuma futhi ngehora lesithathu, wabona…

NGOKUKAMATHEWU 21

UJesu ungena eJerusalema 1 Kwathi ukuba basondele eJerusalema, sebefikile eBetfage ngaseNtabeni Yeminqumo, uJesu wathuma abafundi ababili, 2 wathi kubo: “Hambani niye emzaneni obhekene nani, nizakufumana masinyane imbongolo ikhulekiwe nethole linayo;…