NGOKUKAMATHEWU 2

Izazi zasempumalanga 1 UJesu esezelwe eBetlehema laseJudiya emihleni kaHerode inkosi, bheka, kwafika izazi eJerusalema, zivela empumalanga, zithi: 2 “Uphi lowo ozelwe eyinkosi yabaJuda na? Ngokuba sibonile inkanyezi yakhe kwelasempumalanga, size…

NGOKUKAMATHEWU 3

Ukushumayela kukaJohane uMbhapathizi 1 Ngaleyo mihla kwavela uJohane uMbhapathizi eshumayela ehlane laseJudiya, ethi: 2 “Phendukani, ngokuba umbuso wezulu ususondele!” 3 Ngokuba nguye akhuluma ngaye umprofethi u-Isaya, ethi: “Izwi lomemezayo ehlane,…

NGOKUKAMATHEWU 4

Ukulingwa kukaJesu 1 Khona uJesu waholelwa nguMoya ehlane ukuba alingwe nguSathane. 2 Esezilile ukudla izinsuku ezingamashumi amane nobusuku obungamashumi amane, wagcina walamba. 3 Kwafika umlingi, wathi kuye: “Uma uyiNdodana kaNkulunkulu,…

NGOKUKAMATHEWU 5

Intshumayelo yasentabeni 1 Kwathi ebona izixuku, wenyukela entabeni; esehlezi phansi, abafundi bakhe beza kuye. 2 Wayesevula umlomo wakhe, wabafundisa wathi: 3 “Babusisiwe abampofu emoyeni, ngokuba umbuso wezulu ungowabo. 4 Babusisiwe…

NGOKUKAMATHEWU 6

Intshumayelo yasentabeni isaqhubeka 1 “Kepha qaphelani ningenzi ukulunga kwenu phambi kwabantu ukuba nibonwe yibo, funa ningabi nawo umvuzo kuYihlo osezulwini. 2 “Ngakho-ke nxa wabela isipho, ungakhalisi icilongo phambi kwakho, njengalokhu…

NGOKUKAMATHEWU 7

Ukuqhutshwa kwentshumayelo yasentabeni nokuphela kwayo 1 “Ningahluleli ukuba ningahlulelwa. 2 Ngokuba ngokwahlulela enahlulela ngakho nani niyakwahlulelwa ngakho, nangaleso silinganiso enilinganisa ngaso nani niyakulinganiselwa ngaso. 3 “Ubhekelani ucezwana olusesweni lomfowenu, kepha…

NGOKUKAMATHEWU 8

UJesu uphilisa umuntu onochoko 1 Kwathi esehlile entabeni, zamlandela izixuku eziningi. 2 Bheka, kwafika onochoko, wakhuleka kuye, wathi: “Nkosi, uma uthanda, ungangihlambulula.” 3 Wayeselula isandla, wamphatha, wathi: “Ngiyathanda; hlambuluka.” Wayesehlambuluka…

NGOKUKAMATHEWU 9

UJesu uphilisa umuntu ofe uhlangothi.Ukubizwa kukaMathewu 1 Wayesengena emkhunjini, wawela, weza emzini wakubo. 2 Bheka, baletha kuye umuntu ofe uhlangothi elele ohlakeni. UJesu ebona ukukholwa kwabo wathi kofe uhlangothi: “Yima…

NGOKUKAMATHEWU 10

UJesu uthuma abaphostoli bakhe abayishumi nambili 1 Wayesebabiza abafundi bakhe abayishumi nambili, wabanika amandla phezu kwawomoya abangcolileyo ukuba babakhiphe, nawokuphulukisa izifo zonke nokugula konke. 2 Amagama abaphostoli abayishumi nambili yilawa:…

NGOKUKAMATHEWU 11

1 Kwathi ukuba uJesu aqede ukuyala abafundi bakhe abayishumi nambili, wamuka lapho ukuyofundisa nokushumayela emizini yabo. Ukufakaza kukaJesu kubafundi bakaJohane nakubantu 2 Kwathi-ke uJohane esetilongweni, ezwile ngemisebenzi kaKristu, wathumela ngabafundi…