UZAKARIYA 10

UJehova ungumsizi oqinisileyo 1 Celani kuJehova imvula ngesikhathi semvula yamuva, uJehova owenza imibani, abesebanika izihlambi zemvula, yilowo nalowo aphiwe utshani ezweni lakhe. 2 Ngokuba amatherafi* akhulumile okuyize, nababhuli babone okungamanga;…

UZAKARIYA 11

Ukuwa kwemithi emihle 1 Vula iminyango yakho, Lebanoni, ukuba umlilo udle imisedari* yakho. 2 Hhewula, msayipuresi,* ngokuba umsedari* uyawa, ngokuba emihle iyachithwa; hhewulani nina ma-oki* aseBashani, ngokuba ihlathi elingenakudatshulwa liyawa….

UZAKARIYA 12

Ukusindiswa kweJerusalema 1 Isiprofetho. Izwi likaJehova ngo-Israyeli. UJehova oweneka amazulu, wabeka isisekelo somhlaba, wabumba umoya womuntu phakathi kwakhe, uthi: 2 “Bheka, ngiyakwenza iJerusalema libe yindebe yokutengezela kubo bonke abantu nxazonke…

UZAKARIYA 13

Ukuhlanjululwa kweJerusalema 1 “Ngalolo suku kuyakuba khona umthombo ovulelwa izono nokungcola kwendlu kaDavide nabakhileyo eJerusalema. 2 “Kuyakuthi ngalolo suku,” usho uJehova Sebawoti, “nginqume amagama ezithombe ezweni, zingabe zisakhunjulwa, ngidlulise abaprofethi…

UZAKARIYA 14

Usuku lukaJehova 1 Bheka, luyeza usuku lukaJehova, lapho impango yakho iyakwahlukaniswa phakathi kwakho. 2 Ngiyakubuthela iJerusalema bonke abezizwe ukuba balwe nalo; umuzi uyakuthathwa, izindlu ziphangwe, kuphoqwe abesifazane; inxenye yomuzi iyakumuka,…

UMALAKI 1

Uthando lukaJehova ku-Israyeli 1 Isiprofetho. Izwi likaJehova ku-Israyeli ngesandla sikaMalaki. 2 “Nginithandile,” usho uJehova. “Nokho nithi: ‘Usithande kanjani na?’ “U-Esawu akasiye umfowabo kaJakobe na?” usho uJehova. “Ngamthanda uJakobe, 3 kepha…

UMALAKI 2

Ukukhohlisa kuka-Israyeli 1 “Manje lo myalo ungowenu bapristi. 2 Uma ningezwa, uma ningakubeki enhliziyweni ukunika igama lami udumo,” usho uJehova Sebawoti, “ngiyakuthuma kini isiqalekiso, ngiqalekise izibusiso zenu, yebo, sengiziqalekisile, ngokuba…

UMALAKI 3

Isithunywa sikaJehova 1 “Bhekani, ngiyathuma isithunywa sami; siyakulungisa indlela phambi kwami. INkosi eniyifunayo iyakufika ngokuzumayo ethempelini layo; nesithunywa sesivumelwano enithokoza ngaso, bheka, siyeza,” usho uJehova Sebawoti. 2 Ngubani ongathwala usuku…

UMALAKI 4

Usuku lukaJehova 1 “Ngokuba bheka, luyeza usuku, luvutha njengeziko; bonke abaziqhenyayo nabo bonke abenza okubi bayakuba ngamabibi; luyakubashisa lolo suku oluzayo,” usho uJehova Sebawoti, “lungabashiyeli mpande nagatsha. 2 Kepha kinina…

NGOKUKAMATHEWU 1

Izizukulwane zikaJesu 1 Incwadi yokuzalwa kukaJesu Kristu, indodana kaDavide, indodana ka-Abrahama. 2 U-Abrahama wazala u-Isaka, u-Isaka wazala uJakobe, uJakobe wazala uJuda nabafowabo; 3 uJuda wazala oFaresi noZara kuTamari, uFaresi wazala…