UNAHUME 1

Ukushisekela kukaNkulunkulu nomusa wakhe 1 Isiprofetho ngeNineve, incwadi yombono kaNahume wase-Elikoshi. 2 UJehova unguNkulunkulu oshisekelayo nophindiselayo; uJehova uyaphindisela, ugcwele ukufutheka; uJehova uphindisela kwabamelene naye, ugcinela izitha zakhe intukuthelo. 3 UJehova…

UNAHUME 2

Ukuchithwa kweNineve 1 Kukhuphukela umchithi kuwe; gcina inqaba, ulinde indlela, uqinise izinkalo zakho, uwenze amandla akho ukuba aqine. 2 Ngokuba uJehova uyabuyisa ukuphakama kukaJakobe njengokuphakama kuka-Israyeli, lokhu abathululayo bebathululile, bachitha…

UNAHUME 3

Ukuziphakamisa kweNineve nokujeziswa kwalo 1 Wo kumuzi wezingazi! Wonke ugcwele amanga nempango, ukuphanga akupheli. 2 Ngukuqhuma kwesiswebhu, nomsindo wokugodlozela kwamasondo, namahhashi agadulayo, nezinqola ezixhumayo; 3 ngabamahhashi abasukelayo, nenkemba enjengelangabi, nomkhonto…

UHABAKUKI 1

UHabakuki ukhala kuNkulunkulu 1 Isiprofetho owasibonayo uHabakuki umprofethi. 2 Ngiyakukuncenga kuze kube nini, Jehova, ungezwa, ngikhala ngendluzula, ungasindisi, na? 3 Ungiboniselani ububi, ungibhekise ukukhathazeka na? Ngokuba ukuchitheka nendluzula kuphambi kwami;…

UHABAKUKI 2

Ukwahlulelwa kwezizwe 1 Ngiyakuma endaweni yami yokulinda, ngigcule enqabeni, ngikhangele ukubona ukuthi uyakukhulumani kimi nokuthi ngiyakuphendulani ngokusola kwami. 2 UJehova wangiphendula wathi: “Wulobe umbono, uwuqophe ezibhebheni ukuba kufundwe kalula. 3…

UHABAKUKI 3

Umkhuleko nendumiso 1 Umkhuleko kaHabakuki umprofethi; ngeShigiyonoti.* 2 Jehova, ngizwile umbiko ngawe, ngiyesaba izenzo zakho; zivuselele phakathi kwale minyaka, wenze ukuba zaziwe kule minyaka, ukhumbule umusa nasolakeni. 3 UNkulunkulu uvela…

UZEFANIYA 1

Usuku lukaJehova 1 Izwi likaJehova elafika kuZefaniya indodana kaKushi kaGedaliya ka-Amariya kaHezekiya ezinsukwini zikaJosiya indodana ka-Amoni, inkosi yakwaJuda. 2 “Ngiyakuqothula nokuqothula konke, kusuke ebusweni bomhlaba,” usho uJehova. 3 “Ngiyakuqothula abantu…

UZEFANIYA 2

Ukwahlulelwa kwezizwe 1 Buthanani, yebo, buthana, sizwe esingenamahloni, 2 isimiso singakazali lolo suku ludlula njengamakhoba lungakanehleli ulaka oluvuthayo lukaJehova, lungakafiki phezu kwenu usuku lolaka lukaJehova. 3 Funani uJehova nina nonke…

UZEFANIYA 3

IJerusalema elikhona nelizayo 1 Wo kohlubukileyo nongcolileyo, muzi ocindezelayo! 2 Awuzwa zwi, awamukeli ukulaywa, awumethembi uJehova, awusondelanga kuNkulunkulu wawo. 3 Izikhulu zawo phakathi kwawo ziyizingonyama ezibhongayo; abahluleli bawo bayizimpisi zokuhlwa;…

UHAGAYI 1

Ukwakhiwa kwethempeli 1 Ngomnyaka wesibili kaDariyu inkosi ngenyanga yesithupha ngosuku lokuqala lwenyanga lafika izwi likaJehova ngesandla sikaHagayi umprofethi kuZerubabele indodana kaSheyalitiyeli, umbusi wakwaJuda, nakuJoshuwa indodana kaJehosadaki, umpristi omkhulu, ngokuthi: 2…