UJONA 2

Umkhuleko kaJona 1 UJona wakhuleka kuJehova uNkulunkulu wakhe esezibilinini zenhlanzi, 2 wathi: “Ekuhluphekeni kwami ngakhala kuJehova, wangiphendula; ngisesiswini sendawo yabafileyo ngamemeza, wezwa izwi lami. 3 Wangiphonsa ekujuleni, enhliziyweni yolwandle, umfula…

UJONA 3

Ukuphenduka kweNineve 1 Izwi likaJehova lafika kuJona ngokwesibili, lathi: 2 “Suka uye eNineve, umuzi omkhulu, umemezele kulo isimemezelo esikhulu engasikhuluma kuwe.” 3 Wayesesuka uJona, waya eNineve njengezwi likaJehova. INineve lalingumuzi…

UJONA 4

Ukusola kukaJona 1 Kepha lokho kwaba kubi kakhulu kuJona, wathukuthela. 2 Wakhuleka kuJehova, wathi: “Ngiyakuncenga, Jehova; lokho kwakungesilo izwi lami ngisekhona ezweni lakithi na? Ngalokho ngakwandulela ngokubalekela eTharishishi, ngokuba ngiyazi…

UMIKA 1

Ukwahlulelwa kukaJuda no-Israyeli 1 Izwi likaJehova elafika kuMika waseMoresheti ezinsukwini zikaJothamu, no-Ahazi, noHezekiya, amakhosi akwaJuda, owalibona ngeSamariya neJerusalema. 2 Zwanini, bantu bonke, uqaphele, mhlaba nokugcwala kwakho, iNkosi uJehova ibe ngufakazi…

UMIKA 2

Ukuxwayiswa kwabacindezeli 1 Wo! kwabaceba ububi, benze okubi emibhedeni yabo! Ekukhanyeni kokusa bayakwenza, ngokuba kusemandleni ezandla zabo. 2 Bafisa amasimu, bawadluzule, nezindlu, bazisuse; bacindezela indoda nendlu yayo, umuntu nefa lakhe….

UMIKA 3

Ukusolwa kwabaholi ababi 1 Ngathi: “Zwanini nina zinhloko zakwaJakobe, nani zikhulu zendlu yakwa-Israyeli ukuthi: Akusikho okwenu ukwazi ukulunga 2 nina enizonda okuhle, nithanda okubi, enebula kubo isikhumba sabo, nenyama yabo…

UMIKA 4

Isithembiso sokuthula 1 Kepha kuyakuthi ngezinsuku ezizayo intaba yendlu kaJehova iqiniswe esiqongweni sezintaba, iphakame kunamagquma, nabantu bayakugobhozela khona. 2 Izizwe eziningi ziyakuhamba, zithi: “Wozani sikhuphukele entabeni kaJehova nasendlini kaNkulunkulu kaJakobe;…

UMIKA 5

Umbusi ozayo wakwa-Israyeli 1 Buthana ngamaviyo, ndodakazi yamaviyo; usivimbezele, bayakumshaya umahluleli wakwa-Israyeli ngenduku esihlathini. 2 “Kepha wena Betlehema Efratha, omncane ukuba ube phakathi kwemindeni yakwaJuda, ngiyakuphunyelwa ngovela kuwe, ozakuba ngumbusi…

UMIKA 6

UJehova uphikisana nabakwa-Israyeli 1 Ake nizwe akushoyo uJehova, ethi: “Suka ulwe phambi kwezintaba, uzwise amagquma izwi lakho. 2 Zwanini, zintaba, ukuphikisana kukaJehova, nani zisekelo zomhlaba eziqinileyo, ngokuba uJehova unokuphikisana nabantu…

UMIKA 7

Izono zesizwe sakwa-Israyeli 1 Maye kimi! Ngokuba nginjengokuvunwa kwezithelo zasehlobo, njengokukhothozwa komvini; akukho hlukuzo lokudliwa; umphefumulo wami uyafisa ikhiwane eliyingqalabutho. 2 Abathembekileyo babhubhile emhlabeni, akakho oqotho phakathi kwabantu; bonke baqamekela…