U-AMOSE 2

1 Usho kanje uJehova, uthi: “Ngenxa yeziphambeko ezintathu zakwaMowabi, yebo, ngenxa yezine, angiyikuguquka, ngokuba washisa amathambo enkosi yakwa-Edomi aba ngumcako. 2 Kepha ngiyakuthuma umlilo kwaMowabi, uqede izindlu zamakhosi zaseKeriyote, uMowabi…

U-AMOSE 3

Ukujeziswa kuka-Israyeli 1 Yizwani leli zwi uJehova alikhulumile ngani bantwana bakwa-Israyeli, ngawo wonke umndeni engawukhuphula ezweni laseGibithe, ngokuthi: 2 “Nginazile nina kuphela emindenini yonke yomhlaba; ngalokho ngiyakunihambela ngabo bonke ububi…

U-AMOSE 4

Amazwi ngabesifazane baseSamariya 1 Yizwani leli zwi, nina zinkomo zaseBashani enisentabeni yaseSamariya, enicindezela abaphansi, enichoboza abampofu, enithi emakhosini enu: “Lethani, siphuze.” 2 INkosi uJehova ifungile ubungcwele bayo ukuthi: “Bhekani, izinsuku…

U-AMOSE 5

U-Israyeli uyabizwa ukuba aphenduke 1 Zwanini leli zwi engiliphakamisa phezu kwenu libe yisililo ngendlu ka-Israyeli. 2 “Iwile intombi yakwa-Israyeli, ayisayikuvuka; iphonsiwe phansi, akakho ongayivusa.” 3 Ngokuba isho kanje iNkosi uJehova,…

U-AMOSE 6

Ukuchithwa kweSamariya 1 Wo kwabazinzileyo eSiyoni, nabalondekile entabeni yaseSamariya, abaqhamileyo besokuqala sezizwe, efika kubo indlu yakwa-Israyeli! 2 Dlulelani eKaline, nibone; nisuke lapho, niye eHamati elikhulu, bese nehlela eGati lamaFilisti; bahle…

U-AMOSE 7

Umbono ngezinkumbi 1 INkosi uJehova yangibonisa kanje: bheka, yayenza isikhonyane ekuqaleni kokumila kotshani bamuva; bheka, kwakungutshani bamuva emva kokusika kwenkosi. 2 Kwathi lapho sesidlile utshani bezwe, ngathi: “Nkosi Jehova, ake…

U-AMOSE 8

Umbono ngezithelo zasehlobo 1 INkosi uJehova yayisingibonisa kanje: bheka, nanto iqoma lezithelo zasehlobo. 2 Yathi: “Amose, ubonani na?” Ngathi: “Iqoma lezithelo zasehlobo.” Wayesethi uJehova kimi: “Ukuphela sekufikile kubantu bami u-Israyeli;…

U-AMOSE 9

Ukuwa kwethempeli 1 Ngayibona iNkosi imi ngase-altare, yathi: “Shaya izihloko zezinsika, ukuze imigulugulu izamazame, uzaphule phezu kwamakhanda abo bonke; abaseleyo babo ngiyakubabulala ngenkemba; obalekayo kubo akayikubaleka, nophunyukayo kubo akayikuphunyuka. 2…

U-OBADIYA 1

Isiprofetho ngo-Edomi 1 Umbono ka-Obadiya. Isho kanje iNkosi uJehova ngo-Edomi, ithi: Sizwile imibiko evela kuJehova, kuthunyiwe isithunywa phakathi kwabezizwe ngokuthi: “Vukani, simvukele ngokulwa.” 2 “Bheka, ngiyakukwenza ube mncane phakathi kwabezizwe;…

UJONA 1

UJona ubalekela uNkulunkulu 1 Izwi likaJehova lafika kuJona indodana ka-Amithayi, lathi: 2 “Suka uye eNineve, umuzi omkhulu, umemeze phezu kwalo, ngokuba ububi balo benyukele ebusweni bami.” 3 Kepha uJona wasuka…