UHEZEKELI 29

Isiprofetho ngeGibithe 1 Ngomnyaka weshumi, ngenyanga yeshumi, ngolweshumi nambili lwenyanga lafika kimi izwi likaJehova, lathi: 2 “Ndodana yomuntu, bhekisa ubuso bakho kuFaro inkosi yaseGibithe, uprofethe ngaye nangalo lonke iGibithe, 3…

UHEZEKELI 30

1 Izwi likaJehova lafika kimi, lathi: 2 “Ndodana yomuntu, profetha uthi: ‘Isho kanje iNkosi uJehova, ithi: “ ‘Hhewulani, nithi: “Wo ngalolo suku!” 3 Ngokuba usuku luseduze, usuku lukaJehova luseduze; luyakuba…

UHEZEKELI 31

1 Kwathi ngomnyaka weshumi nanye ngenyanga yesithathu ngolokuqala lwenyanga lafika kimi izwi likaJehova, lathi: 2 “Ndodana yomuntu, thana kuFaro inkosi yaseGibithe nasesixukwini sakhe: “ ‘Ufana nobani ebukhulwini bakho na? 3…

UHEZEKELI 32

1 Kwathi ngomnyaka weshumi nambili, ngenyanga yeshumi nambili, ngolokuqala lwenyanga lafika kimi izwi likaJehova, lathi: 2 “Ndodana yomuntu, yenza isililiselo ngoFaro inkosi yaseGibithe, uthi kuye: “ ‘Wazifanisa nebhongo lengonyama phakathi…

UHEZEKELI 33

Umlindi 1 Izwi likaJehova lafika kimi, lathi: 2 “Ndodana yomuntu, khuluma kubantwana babantu bakho, uthi kubo: ‘Lapho ngehlisela phezu kwezwe inkemba, abantu bezwe bese bethatha umuntu phakathi kwabo, bambeke umlindi…

UHEZEKELI 34

Isiprofetho ngabelusi bakwa-Israyeli 1 Izwi likaJehova lafika kimi, lathi: 2 “Ndodana yomuntu, profetha ngabelusi bakwa-Israyeli; profetha uthi kubo, kubelusi: ‘Isho kanje iNkosi uJehova, ithi: Wo kubelusi bakwa-Israyeli abazibonelela bona! Abelusi…

UHEZEKELI 35

Isiprofetho ngentaba yaseSeyiri 1 Izwi likaJehova lafika kimi, lathi: 2 “Ndodana yomuntu, bhekisa ubuso bakho ngasentabeni yaseSeyiri, uprofethe ngayo, 3 uthi kuyo: ‘Isho kanje iNkosi uJehova, ithi: Bheka, ngimelene nawe…

UHEZEKELI 36

Ukubuyiswa kuka-Israyeli 1 “Wena ndodana yomuntu, profetha ngezintaba zakwa-Israyeli, uthi: ‘Nina zintaba zakwa-Israyeli, zwanini izwi likaJehova. 2 Isho kanje iNkosi uJehova, ithi: Ngokuba isitha sisho kuwe, sithi: “Ashila,” nokuthi: “Izindawo…

UHEZEKELI 37

Isigodi samathambo omileyo 1 Isandla sikaJehova sasiphezu kwami, sangikhipha ngoMoya kaJehova, sangibeka phakathi kwesigodi; sasigcwele amathambo. 2 Wangidlulisa kuwo, ngawazungeza; bheka, ayemaningi kakhulu ebusweni besigodi, futhi bheka, ayomile kakhulu. 3…

UHEZEKELI 38

Isiprofetho ngoGogi 1 Izwi likaJehova lafika kimi, lathi: 2 “Ndodana yomuntu, bhekisa ubuso bakho kuGogi, izwe likaMagogi, isikhulu sakwaRoshe noMesheke noThubali, uprofethe ngaye, 3 uthi: ‘Isho kanje iNkosi uJehova, ithi:…