UHEZEKELI 19

Isililo ngendlu yakwa-Israyeli 1 “Phakamisa wena isililo ngezikhulu zakwa-Israyeli, uthi: 2 “ ‘Unyoko wayeyingonyamakazi enjani phakathi kwezingonyama! Yabuthisa phakathi kwamabhongo, yondla amawundlu ayo. 3 Yakhulisa elinye lamawundlu ayo, laba yibhongo;…

UHEZEKELI 20

Ukuphathwa kuka-Israyeli nguNkulunkulu 1 Kwathi ngomnyaka wesikhombisa, ngenyanga yesihlanu, ngolweshumi lwenyanga kwafika amadoda athile amalunga akwa-Israyeli ukuba abuze kuJehova; ahlala phambi kwami. 2 Izwi likaJehova lafika kimi, lathi: 3 “Ndodana…

UHEZEKELI 21

Inkemba kaJehova 1 Izwi likaJehova lafika kimi, lathi: 2 “Ndodana yomuntu, bhekisa ubuso bakho ngaseJerusalema, izwi lakho liconsele ngasezindaweni ezingcwele, uprofethe ngezwe lakwa-Israyeli, 3 uthi kulo izwe lakwa-Israyeli: ‘Usho kanje…

UHEZEKELI 22

Umuzi wegazi 1 Izwi likaJehova lafika kimi, lathi: 2 “Wena ndodana yomuntu uyakuwahlulela, uyakuwahlulela umuzi wegazi na? Uyakuwazisa-ke zonke izinengiso zawo, 3 uthi: ‘Isho kanje iNkosi uJehova, ithi: Wena muzi…

UHEZEKELI 23

Odade ababili 1 Izwi likaJehova lafika kimi, lathi: 2 “Ndodana yomuntu, kwakukhona abesifazane ababili, amadodakazi omfazi munye. 3 Babefeba eGibithe, bafeba ebusheni babo; bapotozwa khona amabele abo, zacindezelwa khona izingono…

UHEZEKELI 24

Ikhanzi elibilayo 1 Izwi likaJehova lafika kimi ngomnyaka wesishiyagalolunye, ngenyanga yeshumi ngolweshumi lwenyanga, lathi: 2 “Ndodana yomuntu, zilobele igama losuku, lona lolo suku; inkosi yaseBabele ihlasele iJerusalema ngalolu suku. 3…

UHEZEKELI 25

Iziprofetho ngo-Amoni, noMowabi, no-Edomi, namaFilisti 1 Izwi likaJehova lafika kimi, lathi: 2 “Ndodana yomuntu, bhekisa ubuso bakho kwabakwa-Amoni, uprofethe ngabo, 3 uthi kubantwana bakwa-Amoni: ‘Zwanini izwi leNkosi uJehova; isho kanje…

UHEZEKELI 26

Isiprofetho ngeTire 1 Kwathi ngomnyaka weshumi nanye ngolokuqala lwenyanga izwi likaJehova lafika kimi, lathi: 2 “Ndodana yomuntu, ngenxa yokuba iTire lishilo ngeJerusalema ukuthi: ‘Ashila; laphukile ebe liyisango labantu; seliphendukele kimi;…

UHEZEKELI 27

1 Izwi likaJehova lafika kimi, lathi: 2 “Wena ndodana yomuntu, yenza isililiselo ngeTire, 3 uthi kulo iTire: Wena ohlala ekungeneni kolwandle, ongumthengi wabantu eziqhingini eziningi, iNkosi uJehova isho kanje, ithi:…

UHEZEKELI 28

1 Izwi likaJehova lafika kimi, lathi: 2 “Ndodana yomuntu, thana kuso isikhulu saseTire: ‘Isho kanje iNkosi uJehova, ithi: “ ‘Ngokuba inhliziyo yakho iziphakamisile, wathi: “Ngingunkulunkulu, ngihlala esihlalweni sikaNkulunkulu enhliziyweni yolwandle,”…