UHEZEKELI 9

Ukwahlulela kukaNkulunkulu 1 Wayesememeza ezindlebeni zami ngezwi elikhulu, ethi: “Mazisondele izijeziso zomuzi, kube yilowo nalowo abe nezikhali zokubulala esandleni sakhe.” 2 Bheka, kwafika amadoda ayisithupha evela endleleni yasesangweni lasenhla, elingasenyakatho,…

UHEZEKELI 10

1 Ngase ngibona, bheka, emkhathini owawuphezu kwamakhanda amakherubi* kwabonakala okunjengetshe lesafire,* kufana kungathi nesihlalo sobukhosi. 2 Wakhuluma kuyo indoda eyembethe ilineni, wathi: “Ngena phakathi kwamasondo ayingilizayo phansi kwekherubi, ugcwalise izandla…

UHEZEKELI 11

Abeluleki ababi 1 UMoya wangiphakamisa, wangiyisa esangweni lendlu kaJehova lasempumalanga, elibhekene nempumalanga; bheka, ngasesivalweni sesango kwakukhona amadoda angamashumi amabili nanhlanu; ngabona phakathi kwawo uJahazaniya indodana ka-Azuri noPhelathiya indodana kaBenaya, izikhulu…

UHEZEKELI 12

Ukuthunjwa 1 Izwi likaJehova lafika kimi, lathi: 2 “Ndodana yomuntu, wena uhlala phakathi kwendlu ehlubukayo nabanamehlo okubona bengaboni kodwa, abanezindlebe zokuzwa bengezwa nokho, ngokuba bayindlu ehlubukayo. 3 “Wena ndodana yomuntu,…

UHEZEKELI 13

Abaprofethi bamanga 1 Izwi likaJehova lafika kimi, lathi: 2 “Ndodana yomuntu, profetha ngabaprofethi bakwa-Israyeli abaprofethayo, uthi kwabaprofetha okwenhliziyo yabo: ‘Zwanini izwi likaJehova. 3 Isho kanje iNkosi uJehova, ithi: Wo kubaprofethi…

UHEZEKELI 14

Isijeziso sabakhonza izithombe 1 Kwafika kimi amadoda amalunga akwa-Israyeli, ahlala phambi kwami. 2 Izwi likaJehova lafika kimi, lathi: 3 “Ndodana yomuntu, lawa madoda angenisile izithombe zawo ezinhliziyweni zawo, abeka isikhubekiso…

UHEZEKELI 15

Umvini owomileyo 1 Izwi likaJehova lafika kimi, lathi: 2 “Ndodana yomuntu, umuthi womvini udlula ngani imithi yonke, igatsha lomvini eliphakathi kwemithi yasehlathini, na? 3 Kuyakuthathwa kuwo umuthi wokwenza umsebenzi, noma…

UHEZEKELI 16

Umfazi ongathembekiyo 1 Izwi likaJehova lafika kimi, lathi: 2 “Ndodana yomuntu, yazisa iJerusalema izinengiso zalo, 3 uthi: ‘Isho kanje iNkosi uJehova kulo iJerusalema, ithi: Ukudabuka kwakho nokuzalwa kwakho kungokwezwe laseKhanani;…

UHEZEKELI 17

Izinkozi nomvini 1 Izwi likaJehova lafika kimi, lathi: 2 “Ndodana yomuntu, yisho imfumbe, ukhulume ngomfanekiso kuyo indlu yakwa-Israyeli, 3 uthi: ‘Isho kanje iNkosi uJehova, ithi: Ukhozi olukhulu olunamaphiko amakhulu noluzimpaphe…

UHEZEKELI 18

Ukulunga kukaNkulunkulu okuphindiselayo 1 Izwi likaJehova lafika kimi, lathi: 2 “Kuyini kini ukuba nilinganise ngalesi saga ezweni lakwa-Israyeli sokuthi: “ ‘Oyise badlile izithelo zomvini ezimuncu, amazinyo abantwana aba bushelezi,’ na?…