UJEREMIYA 26

Isiprofetho ngokuchithwa kwethempeli 1 Ekuqaleni kokubusa kukaJehoyakimi indodana kaJosiya, inkosi yakwaJuda, kwafika leli zwi livela kuJehova, lathi: 2 “Usho kanje uJehova, uthi: Yima egcekeni lendlu kaJehova, ukhulume kuyo yonke imizi…

UJEREMIYA 27

Ijoka lenkosi yaseBabele 1 Ekuqaleni kokubusa kukaSedekiya indodana kaJosiya, inkosi yakwaJuda, kwafika leli zwi kuJeremiya livela kuJehova, lathi: 2 Usho kanje uJehova kimi, uthi: “Zenzele izintambo namajoka, ukubeke entanyeni yakho,…

UJEREMIYA 28

OJeremiya noHananiya 1 Kwathi ngawona lowo mnyaka ekuqaleni kokubusa kukaSedekiya inkosi yakwaJuda ngomnyaka wesine, ngenyanga yesihlanu, uHananiya indodana ka-Azuri, umprofethi waseGibeyoni, wakhuluma kimi endlini kaJehova phambi kwabapristi nabantu bonke, wathi:…

UJEREMIYA 29

Incwadi kaJeremiya kubathunjwa 1 Nanka amazwi encwadi uJeremiya, umprofethi, ayithumayo eseJerusalema kuyo insali yamalunga athunjiweyo, nakubapristi, nakubaprofethi, nakubo bonke abantu ayebathumbile uNebukadinesari eJerusalema, wabayisa eBabele, 2 sebesukile uJekoniya inkosi, nendlovukazi,…

UJEREMIYA 30

Ukuphulukiswa kuka-Israyeli noJuda 1 Izwi elafika kuJeremiya livela kuJehova, lathi: 2 “Usho kanje uJehova uNkulunkulu ka-Israyeli, uthi: ‘Loba encwadini onke amazwi engiwakhulume kuwe. 3 Ngokuba bheka, izinsuku ziyeza,’ usho uJehova,…

UJEREMIYA 31

1 “Ngaleso sikhathi,” usho uJehova, “ngiyakuba nguNkulunkulu wemindeni yonke yakwa-Israyeli, yona ibe ngabantu bami.” 2 Usho kanje uJehova, uthi: “Abantu abasele enkembeni bafumana umusa ehlane, lapho u-Israyeli eya khona ukuthola…

UJEREMIYA 32

Ukuthengwa kwensimu 1 Izwi elafika kuJeremiya livela kuJehova ngomnyaka weshumi kaSedekiya inkosi yakwaJuda, owawungumnyaka weshumi nesishiyagalombili kaNebukadinesari. 2 Ngaleso sikhathi impi yenkosi yaseBabele yalivimbezela iJerusalema; uJeremiya umprofethi wayevalelwe egcekeni letilongo…

UJEREMIYA 33

Izithembiso zokubuyiswa kukaJuda no-Israyeli 1 Izwi likaJehova lafika kuJeremiya ngokwesibili, esavalelwe egcekeni letilongo, lathi: 2 “Usho kanje uJehova okwenzayo, uJehova okubumbayo ukuba akuqinise, nguJehova igama lakhe, uthi: 3 ‘Ngibize, ngiyakukuphendula,…

UJEREMIYA 34

UJeremiya uyamxwayisa uSedekiya 1 Izwi elafika kuJeremiya livela kuJehova, lapho uNebukadinesari, inkosi yaseBabele, nayo yonke impi yakhe, nayo yonke imibuso yomhlaba ebuswa yisandla sakhe, nabantu bonke belwa neJerusalema nayo yonke…

UJEREMIYA 35

AmaRekabi 1 Izwi elafika kuJeremiya livela kuJehova ezinsukwini zikaJehoyakimi indodana kaJosiya, inkosi yakwaJuda, lathi: 2 “Yiya endlini yamaRekabi, ukhulume kuwo, uwangenise endlini kaJehova kwelinye lamakamelo ayo, uwaphuzise iwayini.” 3 Ngase…