UJEREMIYA 16
1 Izwi likaJehova lafika kimi, lathi: 2 “Awuyikuzithathela umfazi, ungabi namadodana namadodakazi kule ndawo.” 3 Ngokuba usho kanje uJehova ngamadodana nangamadodakazi azalwa kule ndawo, nangawonina abawabelethayo, nangawoyise abawazalayo kuleli zwe,…