UJEREMIYA 6

Ukubhujiswa kweJerusalema 1 “Thuthani impahla eJerusalema nina bantwana bakwaBenjamini, nibethe amacilongo eThekhowa, niphakamise insika yomusi eBeti Hakeremi, ngokuba ububi bulunguza ngasenyakatho nokuchitha okukhulu. 2 Indodakazi yaseSiyoni etotosiweyo nethambileyo ngiyakuyinquma. 3…

UJEREMIYA 7

Ukungcoliswa kwethempeli 1 Izwi elafika kuJeremiya livela kuJehova, lithi: 2 “Yima esangweni lendlu kaJehova, umemeze lapho leli zwi, uthi: “ ‘Zwanini izwi likaJehova nina nonke bakwaJuda eningena ngalawa masango ukukhuleka…

UJEREMIYA 8

1 “ ‘Ngaleso sikhathi, usho uJehova, bayakuwakhipha amathambo amakhosi akwaJuda, namathambo ezikhulu zakhe, namathambo abapristi namathambo abaprofethi, namathambo abakhileyo eJerusalema emathuneni abo, 2 baweneke elangeni nasenyangeni nakulo lonke ibandla lasezulwini,…

UJEREMIYA 9

1 Sengathi ikhanda lami nga lingamanzi, namehlo ami umthombo wezinyembezi ukuba ngikhalele ababuleweyo bendodakazi yabantu bami imini nobusuku. 2 Sengathi nga nginendawo yokulala kwezihambi ehlane ukuba ngishiye abantu bami, ngisuke…

UJEREMIYA 10

Ubuze bokukhonza izithombe 1 Zwanini izwi uJehova alikhuluma kini nina ndlu ka-Israyeli. 2 Usho kanje uJehova, uthi: “Ningayifundi indlela yabezizwe, ningashaywa luvalo ngezibonakaliso zasezulwini, ngokuba abezizwe bezesaba. 3 Ngokuba imikhuba…

UJEREMIYA 11

Amazwi esivumelwano 1 Izwi elafika kuJeremiya livela kuJehova, lithi: 2 “Zwanini amazwi alesi sivumelwano, nikhulume kubantu bakwaJuda nakwabakhileyo eJerusalema, 3 uthi kubo: Usho kanje uJehova, uNkulunkulu ka-Israyeli: ‘Makaqalekiswe umuntu ongezwa…

UJEREMIYA 12

1 Ulungile wena Jehova, noma ngimelana nawe; ngiyakukhuluma nawe ngokwahlulela: iphumelelani indlela yababi, kungani ukuba babe nokuthula abakhohlisa nokukhohlisa, na? 2 Ubatshalile, futhi bagxilile; bayakhula, bathela izithelo; useduze nomlomo wabo,…

UJEREMIYA 13

Ibhande* lelineni 1 Usho kanje uJehova kimi, uthi: “Hamba uzithengele ibhande* lelineni, ulibeke ezinkalweni zakho, ungalingenisi emanzini.” 2 Ngalithenga ibhande njengezwi likaJehova, ngalibeka ezinkalweni zami. 3 Lase lifika izwi likaJehova…

UJEREMIYA 14

Isiprofetho ngesigagadu 1 Izwi likaJehova elafika kuJeremiya ngesigagadu. 2 “UJuda uyalila, amasango akhe adangele, ahlezi emhlabathini edabukile, nokukhala kweJerusalema kwenyukile. 3 Abakhulu babo bathuma abancane babo emanzini; bafika emigodini, kepha…

UJEREMIYA 15

1 Wayesethi uJehova kimi: “Noma bekumi phambi kwami oMose noSamuweli, inhliziyo yami ibingebe kulaba bantu; balahle ebusweni bami, baphume. 2 Kuyakuthi lapho bethi kuwe: ‘Siyakuphuma siyephi na?’ usho kubo ukuthi:…