U-ISAYA 42

Ukukhanya kwezizwe 1 “Bheka inceku yami engiyisekelayo, okhethiweyo wami othokoza ngaye umphefumulo wami; nginikele umoya wami phezu kwakhe, uyakukhiphela izizwe ukwahlulela. 2 Akayikukhala, adazuluke, angezwakalisi izwi lakhe ezitaladini. 3 Umhlanga…

U-ISAYA 43

Ukuhlengwa kuka-Israyeli 1 Kepha manje usho kanje uJehova owakudalayo wena Jakobe, nowakubumba wena Israyeli, uthi: “Ungesabi ngokuba ngikuhlengile, ngikubizile ngegama lakho; ungowami. 2 Lapho udabula emanzini, mina nginawe; nasemifuleni, ayiyikukukhukhula;…

U-ISAYA 44

1 “Kepha yizwa manje, Jakobe, nceku yami, wena Israyeli engikukhethileyo. 2 Usho kanje uJehova owakudalayo, wakubumba kwasesiwini, oyakukusiza, uthi: Ungesabi, Jakobe, nceku yami, wena Jeshuruni engikukhethileyo. 3 Ngokuba ngiyakuthela amanzi…

U-ISAYA 45

1 “Usho kanje uJehova kogcotshiweyo wakhe, kuKoresi, osandla sakhe sokunene ngisibambile ukuba ngahlule izizwe phambi kwakhe, ngithukulule izinkalo zamakhosi, ngivule iminyango phambi kwakhe, amasango angabe esavalwa. 2 Mina ngiyakuhamba phambi…

U-ISAYA 46

Izithombe azinakusindisa 1 UBeli uyaguqa, uNebo uyakhothama; izithombe zabo zingezezilwane nezezinkomo; enibathweleyo bangumthwalo, banzima ezilwaneni eziyethileyo. 2 Ziyakhothama, ziguqa kanyekanye, azinakuwukhulula umthwalo; nabo uqobo baya ekuthunjweni. 3 “Ngilalele wena ndlu…

U-ISAYA 47

Ukuwa kweBabele 1 “Yehla, uhlale othulini wena ntombi, ndodakazi yaseBabele, uhlale emhlabathini, kungekho sihlalo sobukhosi, wena ndodakazi yamaKaledi, ngokuba awusayikubizwa ngokuthi uthambile nokuthi uyatetema. 2 Thatha amatshe okugaya, ugaye impuphu,…

U-ISAYA 48

Iqiniso nobumnene bukaNkulunkulu 1 “Yizwa lokhu wena ndlu kaJakobe obiziwe ngegama lika-Israyeli, waphuma emanzini akwaJuda, ofunga igama likaJehova, odumisa uNkulunkulu ka-Israyeli, kungengaqiniso nakulunga kodwa. 2 Ngokuba bazibiza ngomuzi ongcwele, bencika…

U-ISAYA 49

Inceku kaJehova 1 Ngilaleleni nina ziqhingi, niqaphele nina bantu abakude; uJehova ungibizile kwasekuzalweni, waqamba igama lami kwasezibilinini zikamame. 2 Wawenza umlomo wami njengenkemba ebukhali, wangithukusa ethunzini lesandla sakhe, wangenza umcibisholo…

U-ISAYA 50

1 Usho kanje uJehova, uthi: “Iphi incwadi yesahlukaniso engimlahlile ngayo, noma ngumuphi enginesikwenetu kuye engithengisile ngani kuye na? Bhekani, nathengiswa ngobubi benu, nangeziphambeko zenu, unyoko walahlwa. 2 Ngalokho ekufikeni kwami…

U-ISAYA 51

Ukukhululwa kuyasondela 1 “Ngilaleleni nina enilandela ukulunga, nina enimfunayo uJehova; bhekani kulo idwala eniqhezulwe kulo, nakuyo imibhobo yomgodi enakhishwa kuyo. 2 Bhekani ku-Abrahama uyihlo, nakuSara owanizalayo, ngokuba eseyedwa ngambiza, ngambusisa,…