U-ISAYA 32

Umbuso wokulunga 1 Bheka, kuyakuba khona inkosi ebusa ngokulunga, izikhulu zibuse ngokwahlulela. 2 Umuntu uyakuba yindawo yokucashela umoya nesivikelo esivunguvungwini njengemifula yamanzi endaweni eyomileyo, njengomthunzi wedwala ezweni eliyethileyo. 3 Amehlo…

U-ISAYA 33

Ukukhululwa kweSiyoni 1 Wo kuwena ochithayo, kungachithwanga wena, nakuwe okhohlisayo, kungakhohliswanga wena! Lapho uqede ukuchitha uyakuchithwa, nalapho usugcine ukukhohlisa, uyakukhohliswa nawe. 2 Jehova, yiba nomusa kithi, sihlalela wena. Yiba yingalo…

U-ISAYA 34

Ukwahlulelwa kuka-Edomi 1 Sondelani nina zizwe, nizwe, nilalele nina bantu: makuzwe umhlaba nokugcwala kwawo, nezwe nakho konke okuvela kulo. 2 Ngokuba uJehova uthukuthelela izizwe zonke, ufuthekela yonke impi yazo; uziqalekisile,…

U-ISAYA 35

Intokozo yabakhululiweyo beNkosi 1 Kuyakujabula ihlane nogwadule, kuthokoze uqwathule, lukhahlele njengentebe. 2 Luyakukhahlela kahle, luthokoze, yebo, luthokoze, luhube; luyakuphiwa udumo lweLebanoni, nobukhosi beKarmeli nobeSharoni, lubone inkazimulo kaJehova, nobukhosi bukaNkulunkulu wethu….

U-ISAYA 36

Ukuhlaselwa kwelakwaJuda nguSaneheribi 1 Kwathi ngomnyaka weshumi nane wenkosi uHezekiya, uSaneheribi, inkosi yase-Asiriya, wenyuka wahlasela yonke imizi ebiyelweyo yakwaJuda, wayithatha. 2 Inkosi yase-Asiriya yathuma uRabi Shake, asuke eLakishi, aye eJerusalema…

U-ISAYA 37

Isiprofetho sika-Isaya ngabase-Asiriya 1 Kwathi inkosi uHezekiya ikuzwile lokho, yaklebhula izingubo zayo, yazembesa indwangu yamasaka, yangena endlini kaJehova. 2 Yathuma u-Eliyakimi owayephezu kwendlu, noShebina umbhali, namalunga abapristi, bembeswe izindwangu zamasaka,…

U-ISAYA 38

Ukugula nokusinda kukaHezekiya 1 Ngalezo zinsuku uHezekiya wagula, wayephansi kokufa. Kwafika kuye u-Isaya umprofethi, indodana ka-Amose, wathi kuye: “Usho kanje uJehova, uthi: Yalela indlu yakho, ngokuba uyakufa, awuyikusinda.” 2 UHezekiya…

U-ISAYA 39

Izithunywa ezivela kuMerodaki Baladani 1 Ngaleso sikhathi uMerodaki Baladani indodana kaBaladani inkosi yaseBabele wathuma abanezincwadi nesipho kuHezekiya, lapho ezwile ukuthi kade egula, kepha usesimamile. 2 UHezekiya wathokoza ngabo, wababonisa indlu…

U-ISAYA 40

Abantu bakaNkulunkulu bayaduduzwa 1 Duduzani, nibaduduze abantu bami, usho uNkulunkulu wenu. 2 Qungani iJerusalema isibindi, nimemeze kulo ukuthi ukulwa kwalo sekuphelile nokuthi buhlanguliwe ububi balo, ngokuba lamukeliswe esandleni sikaJehova ngokuphindiweyo…

U-ISAYA 41

UNkulunkulu wezizwe 1 “Thulani phambi kwami nina ziqhingi, izizwe zithole amandla amasha. Mazisondele, andukuba zikhulume, sisondelane ekwahluleleni. 2 “Ngubani ovusile ukulunga kuphume empumalanga, akubize ukuba kumlandele, anikele izizwe phambi kwakhe,…