U-ISAYA 2

Intaba yendlu kaJehova 1 Indaba ayibonayo u-Isaya indodana ka-Amose ngoJuda neJerusalema. 2 Kuyakuthi ngezinsuku ezizayo intaba yendlu kaJehova iqiniswe esiqongweni sezintaba, iphakame kunamagquma, nezizwe zonke ziyakugobhozela khona. 3 Abantu abaningi…

U-ISAYA 3

Incithakalo nendlala 1 Ngokuba bheka, iNkosi uJehova Sebawoti iyasusa eJerusalema nakwaJuda uzime nodondolo, lonke uzime lwesinkwa nalo lonke uzime lwamanzi: 2 amaqhawe namadoda empi, abahluleli nabaprofethi, ababhuli namalunga, 3 izinduna…

U-ISAYA 4

1 Ngalolo suku abesifazane abayisikhombisa bayakubamba indoda inye, bathi: “Siyakudla isinkwa sethu, sembathe izingubo zethu. Masibizwe kuphela ngegama lakho, ususe ihlazo lethu.” Inkazimulo yaseSiyoni 2 Ngalolo suku ihlumela likaJehova liyakuba…

U-ISAYA 5

Isivini sikaJehova 1 Mangihlabelele ngothandiweyo wami, isihlabelelo sothandiweyo wami ngesivini sakhe. Othandiweyo wami wayenesivini egqumeni elivundile kakhulu; 2 wasimba, wakhipha amatshe aso, wasitshala ngomvini omuhle, wakha isiqongo sokulinda phakathi kwaso,…

U-ISAYA 6

1 Ngomnyaka wokufa kwenkosi u-Uziya ngabona uJehova ehlezi esihlalweni sakhe sobukhosi esiphezulu nesiphakemeyo, umsila wengubo yakhe ugcwalisa ithempeli. 2 Ngaphezu kwakhe kwakumi amaserafi;* yilelo nalelo lalinamaphiko ayisithupha; ngamabili lamboza ubuso,…

U-ISAYA 7

Isibonakaliso sika-Imanuweli 1 Kwathi ezinsukwini zika-Ahazi indodana kaJothamu ka-Uziya, inkosi yakwaJuda, uResini inkosi yase-Aramu noPheka indodana kaRemaliya, inkosi yakwa-Israyeli, bakhuphukela eJerusalema ukulwa nalo, kepha babengenakulinqoba. 2 Kwatshelwa indlu kaDavide ukuthi:…

U-ISAYA 8

Isiprofetho ngokwahlulelwa kuka-Israyeli 1 UJehova wathi kimi: “Zithathele isibhebhe esikhulu, ubhale kuso ngokwendlela yomuntu ngokuthi uMahere Shalali Hashi Bazi.* 2 Ngazifakazisela ofakazi abaqinisileyo, u-Uriya umpristi noZakariya indodana kaJeberekiya.” 3 Ngase…

U-ISAYA 9

Inkosi yokuthula 1 Kepha ukuhwelela akuyikuba khona kohluphekayo. Njengesikhathi esidlule senza ukuba kufiliswe izwe lakwaZebuloni nezwe lakwaNafetali, isikhathi esizayo siyakwenza ukuba ikhazimule indlela yolwandle ngaphesheya kweJordani, isifunda sabezizwe. 2 Abantu…

U-ISAYA 10

1 Wo kubona abamisa izimiso ezimbi, nakubabhali ababhalisisa okuyingozi, 2 ukuchezukisa abampofu ekwahluleleni, nokwaphuca abaswelayo babantu bami umthetho, ukuze abafelokazi babe yimpango yabo, baqhwage izintandane. 3 Niyakwenze njani ngosuku lokuhanjelwa…

U-ISAYA 11

Ihlumela likaJese 1 Kuyakuvela ihlumela esiqwini sikaJese, kuphume igatsha ezimpandeni zakhe. 2 UMoya kaJehova uyakuhlala phezu kwakhe, umoya wokuhlakanipha nowokuqonda, umoya wamasu nowamandla, umoya wokwazi nowokumesaba uJehova. 3 Intokozo yakhe…