IZAGA 13
1 Indodana ehlakaniphileyo iyalaywa nguyise, kepha isideleli asilaleli ukukhuzwa. 2 Umuntu uyadla okuhle ngesithelo somlomo wakhe, kepha umphefumulo wabambuluzayo uyadla ubudlwangudlwangu. 3 Olinda umlomo wakhe ugcina ukuphila kwakhe; okhamisa izindebe…