IZAGA 3

Ukumethemba uJehova 1 Ndodana yami, ungakhohlwa umthetho wami, kepha inhliziyo yakho mayigcine imiyalo yami, 2 ngokuba iyakwenezela kuwe ubude bezinsuku, neminyaka yokuphila, nokuthula. 3 Isihhe neqiniso makungakushiyi; kubophe entanyeni yakho,…

IZAGA 4

Ukulaya kukayise 1 Zwanini, madodana ami, ukulaya kukayise, nilalele, ukuze nazi ukuqonda. 2 Ngokuba ngiyaninika izifundiso ezinhle; ningawushiyi umthetho wami. 3 Ngokuba ngangiyindodana kubaba, ethambileyo neyodwa emehlweni kamame. 4 Wangifundisa,…

IZAGA 5

Uthando olungcolileyo 1 Ndodana yami, lalela ukuhlakanipha kwami, ubeke indlebe yakho ekuqondeni kwami 2 ukuba ugcine amasu, nezindebe zakho zilonde ukwazi. 3 Ngokuba izindebe zowesifazane ondindayo ziconsa izinyosi; umlomo wakhe…

IZAGA 6

Izindlela zobuwula 1 Ndodana yami, uma uyisibambiso somakhelwane wakho, uma uxhawulene nomfokazi, 2 ucushiwe ngamazwi omlomo wakho, ubanjiwe ngamazwi omlomo wakho, 3 yenza lokhu phela, ndodana yami, uzophule, lokhu ungene…

IZAGA 7

1 Ndodana yami, gcina amazwi ami, uzibekelele imiyalo yami. 2 Gcina imiyalo yami, uphile, nomthetho wami njengenhlamvu yeso lakho. 3 Yibophe eminweni yakho, uyilobe esibhebheni senhliziyo yakho. 4 Yisho kukho…

IZAGA 8

Ukumemeza kokuhlakanipha 1 Ukuhlakanipha akumemezi yini, nokuqonda akukhiphi izwi lakho na? 2 Kumi esiqongweni sezindawo eziphakemeyo, ngasendleleni phakathi kwemikhondo. 3 Ngaseceleni kwamasango, ngasekungeneni komuzi, lapho kungenwa ngeminyango, kuyamemeza ngokuthi: 4…

IZAGA 9

Ukuhlakanipha nobuwula 1 Ukuhlakanipha kwakhile indlu yakho; kuzibazile izinsika zakho eziyisikhombisa. 2 Kuhlabile umhlatshelo, kuvubele iwayini lakho; futhi kulungisile itafula lakho. 3 Kuthumile izintombi zakho, kuyamema emagqumeni aphakemeyo omuzi, kuthi:…

IZAGA 10

Indlela yokulunga nendlela yobubi 1 Nazi izaga zikaSolomoni: Indodana ehlakaniphileyo ithokozisa uyise, kepha indodana eyisiwula ilusizi kunina. 2 Ingcebo yobubi ayisizi lutho, kepha ukulunga kophula ekufeni. 3 UJehova akavumi ukuba…

IZAGA 11

1 Isilinganiso esikhohlisayo siyisinengiso kuJehova, kepha isisindo esiyiso siyintokozo yakhe. 2 Lapho kufika ukuziqhenya, kufika nehlazo; kepha kwabathobekileyo kukhona ukuhlakanipha. 3 Ukuphelela kwabaqotho kuyabahola, kepha ukuphambanisa kwabambuluzayo kuyabachitha. 4 Ingcebo…

IZAGA 12

1 Othanda ukulaywa uthanda ukwazi; ozonda ukusolwa uyisiwula. 2 Omuhle uthola umusa kuJehova, kepha umuntu wamacebo uyamlahla. 3 Umuntu akanakuma ngobubi, kepha impande yabalungileyo ayiyikunyakaziswa. 4 Owesifazane okhutheleyo ungumqhele kuyo…