AMAHUBO 133
Isibusiso esisekuhlanganeni kwabazalwane Igama lokukhuphuka. ElikaDavide. 1 Bheka, kuhle, kumnandi kangaka ukuba abazalwane bahlalisane ndawonye bemunye. 2 Kufana namafutha amahle ekhanda ehlela esilevini, isilevu sika-Aroni, ehlela nasemphethweni wezambatho zakhe. 3…