AMAHUBO 83
Umkhuleko wokuba zichithwe izitha zika-Israyeli Igama. Ihubo lika-Asafa. 1 Nkulunkulu, ungathuli, ungalibali, ungali ukukhuluma, Nkulunkulu. 2 Ngokuba bheka, izitha zakho ziyaxokozela, nabakuzondayo baphakamisa ikhanda. 3 Ngobuqili benza uzungu ngabantu bakho,…