AMAHUBO 63
Ukulangazelela uNkulunkulu Ihubo likaDavide esehlane lakwaJuda. 1 Nkulunkulu, wena unguNkulunkulu wami, ngiyakufuna ekuseni; umphefumulo wami womele wena; inyama yami ilangazelela wena ezweni elomileyo eligagadekileyo, lapho amanzi engekho khona. 2 Kanjalo…