AMAHUBO 53

Ukukhala ngobuwula nobubi babantu Kumholi wokuhlabelela. NgeMahalati.* IMaskili* likaDavide. 1 Isiwula sithi enhliziyweni yaso: “Akakho uNkulunkulu,” iziphambeko zabo zimbi, ziyanengeka; akakho owenza okuhle. 2 UNkulunkulu esezulwini uyababheka abantwana babantu ukubona…

AMAHUBO 54

Umkhuleko wocela ukusindiswa ezitheni Kumholi wokuhlabelela. Ngogubhu. IMaskili* likaDavide ekufikeni kwabaseZifi bethi kuSawule: “UDavide ucashile kithina.” 1 Nkulunkulu, ngisindise ngegama lakho, ngahlulele ngamandla akho. 2 Nkulunkulu, yizwa umkhuleko wami, ubeke…

AMAHUBO 55

Umkhuleko ngabazalwane abambumbulu Kumholi wokuhlabelela. Ngogubhu. IMaskili* likaDavide. 1 Lalela, Nkulunkulu, umkhuleko wami, ungazifihli ekunxuseni kwami. 2 Ngizwele, ungiphendule; ngiyayaluza ekukhaleni kwami, ngiyabubula 3 ngenxa yezwi lesitha, ngenxa yokucindezela komubi;…

AMAHUBO 56

Umkhuleko wocela ukukhululwa ezitheni ezizungezayo Kumholi wokuhlabelela. Indlela: Ijuba elithulayo emajukujukwini. ElikaDavide. IMiktamu,* ekubanjweni kwakhe ngamaFilisti eGati. 1 Yiba nomusa kimi, Nkulunkulu, ngokuba abantu bafuna ukungigwinya; usuku lonke bayangicindezela belwa….

AMAHUBO 57

Umkhuleko wocela ukuvikelwa ezitheni Kumholi wokuhlabelela. Indlela: Ungachithi. ElikaDavide. IMiktamu,* mhla ebalekela uSawule emphandwini. 1 Yiba nomusa kimi, Nkulunkulu; yiba nomusa kimi. Ngokuba umphefumulo wami uphephela kuwe; ngifuna ukukhosela ethunzini…

AMAHUBO 58

Umkhuleko wocela ukuthotshiswa kwabahluleli ababi Kumholi wokuhlabelela. Indlela: Ungachithi. ElikaDavide. IMiktamu.* 1 Imbala nikhuluma ukulunga ngokuthula na? Madodana abantu, nahlulela ngobuqotho na? 2 Ingani enhliziyweni niphehla imisebenzi emibi; ezweni nilinganisa…

AMAHUBO 59

Umkhuleko wocela ukukhululwa ezitheni Kumholi wokuhlabelela. Indlela: Ungachithi. ElikaDavide. IMiktamu,* mhla uSawule ethumela, ethi mabayilinde indlu ukuba bambulale. 1 Ngikhulule ezitheni zami, Nkulunkulu wami, ngivikele kwabangivukelayo; 2 ngikhulule kwabenza okubi,…

AMAHUBO 60

Umkhuleko wocela ukusizwa ekunqobeni kwezitha Kumholi wokuhlabelela. Indlela: Umnduze; ubufakazi. IMiktamu* likaDavide, ekulweni kwakhe nama-Aramu Naharayimi nama-Aramu Soba, uJowabe ebuya, enqoba abakwa-Edomi esiGodini Sikasawoti abayizinkulungwane eziyishumi nambili. 1 Nkulunkulu usilahlile,…

AMAHUBO 61

Ukucelela inkosi isibusiso Kumholi wokuhlabelela. Ngogubhu. ElikaDavide. 1 Yizwa, Nkulunkulu, ukukhala kwami, ulalele umkhuleko wami. 2 Ngikhala kuwe ngisemkhawulweni womhlaba, lapho inhliziyo yami isebuthakathakeni; ngiholele edwaleni eliphakeme kunami. 3 Ngokuba…

AMAHUBO 62

UNkulunkulu uyisiphephelo sethu Kumholi wokuhlabelela. KuJeduthuni.* Ihubo likaDavide. 1 Umphefumulo wami uzithulele kuNkulunkulu kuphela; insindiso yami ivela kuye. 2 Nguye kuphela oyidwala lami nensindiso yami, inqaba yami; angiyikunyakaziswa kakhulu. 3…