AMAHUBO 3

Ukukhala kohlushiweyo Ihubo likaDavide ebalekela u-Abisalomu indodana yakhe. 1 Hhawu, Jehova, ziningi izitha zami. Baningi abangivukelayo. 2 Baningi abathi emphefumulweni wami: “Akukho ukusinda kwakhe kuNkulunkulu.”Sela* 3 Kepha wena Jehova uyisihlangu…

AMAHUBO 4

Umkhuleko womethemba uNkulunkulu Kumholi wokuhlabelela. Ngogubhu. Ihubo likaDavide. 1 Ngiphendule ekukhaleni kwami, Nkulunkulu wokulunga kwami. Ekucindezelweni wangenzela indawo; yiba nomusa kimi, uzwe umkhuleko wami. 2 Madodana abantu, koze kube nini…

AMAHUBO 5

Umkhuleko wocela ukuvikelwa kwababi Kumholi wokuhlabelela. NgeNehiloti.* Ihubo likaDavide. 1 Yizwa amazwi ami, Jehova, uqaphele ukuzindla kwami. 2 Yizwa izwi lokukhala kwami, Nkosi yami, Nkulunkulu wami, ngokuba ngithandaza kuwe. 3…

AMAHUBO 6

Umkhuleko wocela umusa ngesikhathi sokuhlupheka Kumholi wokuhlabelela. Ngogubhu. NgeSheminti.* Ihubo likaDavide. 1 Jehova, ungangijezisi ngentukuthelo yakho, ungangishayi ngolaka lwakho. 2 Yiba nomusa kimi, Jehova, ngokuba ngidangele; ngiphilise, Jehova, ngokuba amathambo…

AMAHUBO 7

Ukunxusa uJehova ukuba avikele abazingelwayo IShigayoni* likaDavide alihubela uJehova ngenxa yamazwi kaKushe wakwaBenjamini. 1 Jehova, Nkulunkulu wami, ngiyaphephela kuwe; 2 ngisindise kubo bonke abangizingelayo, ungikhulule, bangaze bawudwengule umphefumulo wami njengengonyama…

AMAHUBO 8

Indodana yomuntu nenkazimulo yayo Kumholi wokuhlabelela. NgeGititi.* Ihubo likaDavide. 1 Jehova Nkosi yethu, igama lakho liyababazeka kangaka emhlabeni wonke! wena owabeka inkazimulo yakho ezulwini. 2 Ngomlomo wezingane nowabancelayo wagxilisa amandla…

AMAHUBO 9

Ukwahlulela kukaNkulunkulu Kumholi wokuhlabelela. Indlela: Ukufa kwendodana. Ihubo likaDavide. 1 Ngiyakumbonga uJehova ngayo yonke inhliziyo yami; ngiyakulanda zonke izimangaliso zakho. 2 Ngiyakujabula, ngethabe kuwe; ngiyakudumisa igama lakho wena oPhezukonke, 3…

AMAHUBO 10

Ukuchithwa kwababi 1 Jehova, umeleni kude na? Uzifihlelani ubuso ezikhathini zokuhlupheka na? 2 Ngokuqhosha komubi ompofu uyahlupheka; mababanjwe ngamacebo abawacebileyo. 3 Ngokuba omubi uyazigabisa ngokufisa komphefumulo wakhe, nohulazayo uyamvalelisa, amdelele…

AMAHUBO 11

UJehova uyisiphephelo nomvikeli Kumholi wokuhlabelela. Ihubo likaDavide. 1 Ngiyaphephela kuJehova; nisho kanjani kuwo umphefumulo wami ukuthi: “Balekela entabeni yenu njengenyoni, na? 2 Ngokuba bhekani, ababi bawunsala umnsalo wabo, babeka imicibisholo…

AMAHUBO 12

UJehova ungumsizi wabamelana namashayakhothe Kumholi wokuhlabelela. NgeSheminiti.* Ihubo likaDavide. 1 Siza, Jehova, ngokuba owesaba uNkulunkulu akasekho, ngokuba banyamalele abathembekileyo kubantwana babantu. 2 Bakhuluma amanga, kwaba yilowo nalowo kumakhelwane wakhe; ngezindebe…