UJOBE 35

U-Elihu uthi: UNkulunkulu umelwe ukufunwa ngokuthobeka 1 U-Elihu wathatha wathi: 2 “Usho uthi lokhu kulungile na? Uthi: ‘Yilungelo lami kuNkulunkulu yini,’ 3 njengokuba uthi: ‘Kungisiza ngani?’ nokuthi: ‘Ngizuzeni kunalokho ebengiyakukuzuza,…

UJOBE 36

U-Elihu uthi: UNkulunkulu ufuna kuphela ukuba isoni siphenduke 1 U-Elihu waqhubeka wathi: 2 “Ngihlalele kancane, ngiyakukubonisa, ngokuba ngisenamazwi okummela uNkulunkulu. 3 Ngiyakulanda kude ulwazi lwami, nginike uMenzi wami ukulunga. 4…

UJOBE 37

U-Elihu uthi: Ukuhlakanipha namandla kaNkulunkulu kukhonjwa ngokubusa kwakhe ukuduma nemvula 1 “Yebo, ngenxa yalokho iyathuthumela inhliziyo yami, isuke endaweni yayo. 2 Yizwani, nizwe indumo yezwi lakhe, nemvunge ephuma emlonyeni wakhe….

UJOBE 38

UJehova uyamphendula uJobe 1 UJehova wayesemphendula uJobe esesikhwishikhwishini, ethi: 2 “Ngubani lo owenza mnyama isiluleko ngamazwi angenalwazi na? 3 Bopha izinkalo zakho njengendoda; ngizakukubuza, wena ungazise. 4 Wawukuphi, lapho ngasekela…

UJOBE 39

Umusa kaNkulunkulu ubonakala naphakathi kwezilwane 1 “Uyazi yini isikhathi sokuzala kwamagogo, uqaphela ukuzala kwezindluzelekazi, na? 2 Ungazibala izinyanga eziziqedayo, uyasazi isikhathi ezizala ngaso, na? 3 Ziyakhonkobala, zizala amazinyane azo, zikhiphe…

UJOBE 40

UBehemoti 1 UJehova wayesemphendula uJobe, wathi: 2 “Osolayo uyakuphikisana noSomandla na? Omkhuza uNkulunkulu makaphendule.” 3 UJobe wamphendula uJehova, wathi: 4 “Bheka, angiyinto yalutho; ngingakuphendula ngokuthini na? Ngibeka isandla sami emlonyeni…

UJOBE 41

ULeviyathani 1 “Ungakhipha uLeviyathani* ngodobo, ucindezele phansi ulimi lwakhe ngentambo, na? 2 Ungafaka igoda lomhlanga ekhaleni lakhe, ubhoboze umhlathi wakhe ngodobo, na? 3 Uyakwenza imikhuleko eminingi kuwe, akhulume kuwe amazwi…

UJOBE 42

Ukuzithoba kukaJobe 1 UJobe wayesemphendula uJehova, wathi: 2 “Ngiyazi ukuthi ungenza konke; alinakuvinjwa icebo lakho. 3 Ngubani ositheza iziluleko engenakwazi na? Ngikhulumile lokho ngingakuqondanga, izimangaliso ezinkulu kunami ebengingazazi. 4 “Ake…

AMAHUBO 1

Indlela yabalungileyo nendlela yababi 1 Ubusisiwe umuntu ongahambi ngeziluleko zababi, ongemi endleleni yezoni, ongahlali enkundleni yabaklolodayo, 2 kepha okuthokoza kwakhe kusemthethweni kaJehova, ozindla ngomthetho wakhe imini nobusuku. 3 Unjengomuthi otshaliwe…

AMAHUBO 2

Ogcotshiweyo kaJehova 1 Kungani ukuba abezizwe baxokozele, nabantu bazindle ngokuyize na? 2 Amakhosi omhlaba ayazihlanganisa, nababusi baceba icebo ngoJehova nangogcotshiweyo wakhe ngokuthi: 3 “Masigqabule izibopho zabo, silahle izintambo zabo, zisuke…