UJOBE 25

Inkulumo yesithathu kaBilidadi: akukho okuhlambulukile emehlweni kaNkulunkulu 1 Wayesethatha uBilidadi umShuhi, wathi: 2 “Ukubusa nokwesabeka kukuye owenza ukuthula ezindaweni zakhe eziphakemeyo. 3 Ukhona yini ongabala izimpi zakhe, nokukhanya kwakhe akuphumeli…

UJOBE 26

UJobe uphendula inkulumo yesithathu kaBilidadi: uyabazi naye ubukhulu bukaNkulunkulu njengoBilidadi 1 Wayesephendula uJobe, wathi: 2 “Usizile kanjani ongenamandla! Usindisile kanjani ingalo engenamandla? 3 Umlulekile kanjani ongenakuhlakanipha! Umemezile kangakanani ukuqonda! 4…

UJOBE 27

Inkulumo yokugcina kaJobe: usagcizelela ukulunga kwakhe 1 UJobe wabuye waphakamisa izwi lakhe, wathi: 2 “Kuphila kukaNkulunkulu osusile ukwahlulelwa kwami, noSomandla owenze munyu umphefumulo wami, 3 kusekhona ukuphefumula kimi, nomoya kaNkulunkulu…

UJOBE 28

Inkulumo kaJobe isaqhubeka: umthapho wokuhlakanipha 1 “Impela ukhona umthapho wesiliva, nendawo yegolide abalicwengayo. 2 Insimbi iyakhishwa emhlabathini; amatshe ayancibilikiswa abe yithusi. 3 Ubumnyama bubekelwa umkhawulo; kuyacingwa kuze kube sekupheleni konke…

UJOBE 29

UJobe ukhumbula inhlalo yakhe yakuqala 1 UJobe wabuye waphakamisa izwi lakhe, wathi: 2 “Sengathi nga nginjengasezinyangeni zakuqala, njengasemihleni uNkulunkulu angigcina ngayo, 3 lapho isibani sakhe sasikhanya phezu kwekhanda lami, ngihamba…

UJOBE 30

UJobe ukhala ngokudelelwa kwakhe. NoNkulunkulu uqobo uyisitha sakhe 1 “Kepha manje abancane ngeminyaka kunami bayangihleka, oyise babo engangibadelela ukuba ngingababeki naphakathi kwezinja zezimvu zami. 2 Yebo, namandla ezandla zabo angangisiza…

UJOBE 31

UJobe uqinisa ukuthi ukuhamba kwakhe kwakulungile njalo 1 “Ngenza isivumelwano namehlo ami: ngingabuka kanjani intombi na? 2 Ngokuba siyini isabelo ebesiyakuvela kuNkulunkulu phezulu, nefa likaSomandla ebeliyakuvela ekuphakameni, na? 3 Akusikho…

UJOBE 32

U-Elihu uyaqhamuka 1 Lawo madoda amathathu ayeseyeka ukumphendula uJobe, ngokuba wayelungile emehlweni akhe. 2 Lwase luvutha ulaka luka-Elihu, indodana kaBarakeli, umBuzi womndeni kaRamu; ulaka lwakhe lwavuthela uJobe, ngokuba wazithetha yena…

UJOBE 33

U-Elihu ukhuza uJobe ngokusola kwakhe uNkulunkulu 1 “Kepha manje, Jobe mawuzwe amazwi ami, 2 Bheka-ke, sengivula umlomo wami; ulimi lwami lukhuluma emlonyeni wami. 3 Amazwi ami avela enhliziyweni yami eqotho;…

UJOBE 34

U-Elihu uvikela ukulunga kukaNkulunkulu 1 U-Elihu wathatha wathi: 2 “Yizwani amazwi ami, nina zihlakaniphi, nibeke indlebe kimi nina zazi. 3 Ngokuba indlebe iyavivinya amazwi, njengokuba ulwanga luzwa ukudla. 4 Masizikhethele…