UJOBE 15

Inkulumo yesibili ka-Elifazi: uJobe uyazigabisa; akakho olungileyo; ababi bayakujeziswa 1 Wayesethatha u-Elifazi umThemani, wathi: 2 “Ohlakaniphileyo uyakuphendula ngokwazi okungumoya nje, agcwalise isisu ngomoya wasempumalanga, na? 3 Aphikisane ngamazwi angasizi lutho…

UJOBE 16

UJobe uphendula inkulumo yesibili ka-Elifazi: uyahlupheka engenacala; ezulwini kukhona ufakazi 1 Wayesephendula uJobe, wathi: 2 “Ngizwile izinto eziningi ezinjalo; nina nonke ningabaduduzi ababi. 3 Amazwi angumoya nje awayikuphela yini? Ucunulwa…

UJOBE 17

Ukuphela kwenkulumo kaJobe: ucela ukumelwa nguNkulunkulu; ulindela ukufa 1 “Umoya wami usuchithekile, imihla yami iyacimeka; okwami sekuyithuna nje. 2 Impela kukhona abangiklolodelayo, iso lami lisekucunuleni kwabo. 3 Ake unginike isibambiso,…

UJOBE 18

Inkulumo yesibili kaBilidadi: ongenaNkulunkulu uyachithwa impela 1 Wayesethatha uBilidadi umShuhi, wathi: 2 “Koze kube nini nibekela amazwi ami izingibe na? Qondani, andukuba sikhulume. 3 Kungani ukuba sithiwe siyizilwane, singcolile emehlweni…

UJOBE 19

UJobe uphendula inkulumo yesibili kaBilidadi: wenzelwe okubi lapho eshiyiwe yizihlobo zakhe; uyazi nokho ukuthi uMhlengi wakhe ukhona 1 Wayesephendula uJobe, wathi: 2 “Koze kube nini nihlupha umphefumulo wami, ningiphohloze ngamazwi,…

UJOBE 20

Inkulumo yesibili kaSofari: injabulo yababi imfushane 1 Wayesethatha uSofari umNahama, wathi: 2 “Ngalokho imicabango yami iyangiphendula ngenxa yokushesha okuphakathi kwami. 3 Ngiyezwa insolo engihlazisayo, kepha umoya wasengqondweni yami uyangiphendula. 4…

UJOBE 21

UJobe uyaphendula inkulumo yesibili kaSofari: ukuhlupheka akubehleli ababi kuphela 1 Wayesephendula uJobe, wathi: 2 “Yizwani nokuzwa amazwi ami; lokhu makube yinduduzo evela kini. 3 Ngivumeleni ukuba nami ngikhulume; nalapho sengikhulumile,…

UJOBE 22

Inkulumo yesithathu ka-Elifazi: uJobe wonile: makaphendukele kuNkulunkulu 1 Wayesethatha u-Elifazi umThemani, wathi: 2 “Umuntu angaba yinsizakalo kuNkulunkulu ukuba ohlakaniphileyo abe nosizo kuye na? 3 Kuyintokozo yini kuSomandla, uma ulungile, kuyinzuzo…

UJOBE 23

UJobe uphendula inkulumo yesithathu ka-Elifazi: ukhala ngokubeka indaba yakhe phambi kukaNkulunkulu 1 Wayesephendula uJobe, wathi: 2 “Nanamuhla ukukhala kwami kumunyu; isandla sami siyasinda ngokububula kwami. 3 Sengathi ngingazi ukuthi ngiyakumtholaphi,…

UJOBE 24

UJobe ukhala ukuthi abangenakuzivikela bayahlushwa 1 “Kungani ukuba uSomandla angazibekeleli izikhathi zokwahlulela, abamaziyo babone imihla yakhe, na? 2 Imincele iyasuswa; bahlwitha imihlambi, bayiklabise. 3 Bamukisa imbongolo yezintandane, nenkomo yomfelokazi bayayithatha…