UJOBE 5

Inkulumo yokuqala ka-Elifazi isaqhubeka: ukubhubha koyisiwula; ukuphakanyiswa kolungileyo 1 “Ake umemeze; ukhona okuphendulayo na? Uyakuphendukela kumuphi kwabangcwele na? 2 Ngokuba isiwula siyabulawa ngukukhathazeka, nomhawu uyachitha oyisiphukuphuku. 3 Mina ngibonile isiwula…

UJOBE 6

UJobe uphendula inkulumo yokuqala ka-Elifazi: ukusinda kwenhlupheko kaJobe; ubulukhuni babangane bakhe 1 Wayesephendula uJobe ethi: 2 “Sengathi ukuncokolozwa kwami ngabe kulinganiswe nokulinganiswa, inhlupheko yami ibekwe esilinganisweni kanyekanye. 3 Ngokuba manje…

UJOBE 7

UJobe ukhala kuNkulunkulu ngobunzima bokuhamba komuntu 1 “Umuntu akasempini yini emhlabeni, imihla yakhe ayinjengemihla yomqashwa na? 2 Njengenceku ekhefuzelela ithunzi, nanjengomqashwa obheka umvuzo wakhe, 3 kanjalo ngithole ifa lezinyanga zokubi;…

UJOBE 8

Inkulumo yokuqala kaBilidadi: isandla sikaNkulunkulu sishaya ababi; abalungileyo bayasindiswa 1 Wayesethatha uBilidadi umShuhi, wathi: 2 “Koze kube nini ukhuluma lezi zinto, amazwi akho abe ngumoya onamandla, na? 3 UNkulunkulu uhlanekezela…

UJOBE 9

UJobe uphendula inkulumo yokuqala kaBilidadi: uyahlushwa kungekho sizathu 1 Wayesephendula uJobe ethi: 2 “Ngeqiniso ngiyazi ukuthi kunjalo, kepha umuntu angaba elungile phambi kukaNkulunkulu na? 3 Uma efuna ukuthetha amacala naye,…

UJOBE 10

UJobe ukhala ngokuphathwa kwakhe kalukhuni 1 “Umphefumulo wami ukhathele ukuhamba kwami; ngiyazinikela ekukhaleni, ngikhulume ngomunyu womphefumulo wami. 2 Ngiyakusho kuNkulunkulu ukuthi: ‘Ungangilahli; ngazise ukuthi uphikisanelani nami na? 3 Kuhle yini…

UJOBE 11

Inkulumo yokuqala kaSofari: ngokungazi kwakhe uJobe akaqondi ukuhlakanipha kukaNkulunkulu. Ngalokho makaphenduke 1 Wayesethatha uSofari waseNahama, wathi: 2 “Awayikuphendulwa amazwi amaningi kangaka na? Umuntu oliphoshophosho angathethelelwa na? 3 Ukugavuza kwakho kuthulisa…

UJOBE 12

UJobe uphendula inkulumo yokuqala kaSofari: phambi kukaSomandla, amandla nokuhlakanipha komuntu, akulutho 1 Wayesephendula uJobe, wathi: 2 “Impela yinina eningabantu; ukuhlakanipha kuyakufa nani. 3 Kodwa nami nginengqondo njengani, angahlulwa yinina; ngubani…

UJOBE 13

Inkulumo kaJobe isaqhubeka: uNkulunkulu uqobo lwakhe makasho ukuthi uJobe woneni 1 “Bheka, iso lami libone konke; indlebe yami ikuzwile, yakuqonda. 2 Enikwaziyo ngiyakwazi nami; angahlulwa yinina. 3 Kepha ngiyakukhuluma kuSomandla;…

UJOBE 14

Inkulumo kaJobe isaqhubeka: ukhala ngokuhlupheka komuntu 1 “Umuntu ozelwe ngowesifazane imihla yakhe mifushane, igcwele ukuyaluza. 2 Uyavela njengembali, abune; ubaleka njengethunzi, angemi. 3 Konje uvulela onjalo amehlo akho, ungingenise ekwahluleweni…