U-ESTERI 5

U-Esteri wenzela inkosi noHamani idili 1 Kwathi ngosuku lwesithathu u-Esteri wembatha ingubo yobukhosi, wema egcekeni elingaphakathi lendlu yenkosi malungana nendlu yenkosi; inkosi yayihlezi esihlalweni sayo sobukhosi endlini yobukhosi malungana nomnyango…

U-ESTERI 6

Ukuphakanyiswa kukaMoridekayi 1 Ngalobo busuku ubuthongo babaleka enkosini, yayala ukuba kulethwe incwadi yezikhumbuzo zezindaba zemihla ngemihla, zafundwa phambi kwenkosi. 2 Kwafumaniseka kulotshiwe ukuthi uMoridekayi wayelandile ngoBigithani noThereshi izinduna ezimbili zenkosi,…

U-ESTERI 7

Ukuwa kukaHamani 1 Yafika-ke inkosi noHamani edilini lika-Esteri inkosikazi. 2 Inkosi yabuye yathi ku-Esteri ngosuku lwesibili lwedili lewayini: “Isicelo sakho siyini, nkosikazi Esteri, na? Uyakusenzelwa. Yini oyifunayo na? Kuyakwenziwa kuze…

U-ESTERI 8

AbaJuda bavunyelwa ukuzilwela nokuphindisela 1 Ngalolo suku inkosi u-Ahashiveroshi yanika u-Esteri, inkosikazi, indlu kaHamani isitha sabaJuda. UMoridekayi weza phambi kwenkosi, ngokuba u-Esteri wayeselandile ukuthi uyini naye. 2 Inkosi yakhumula indandatho…

U-ESTERI 9

Impindiselo yabaJuda 1 Ngenyanga yeshumi nambili eyinyanga ka-Adari ngosuku lweshumi nantathu lwayo, lapho kusondela izwi lenkosi nomthetho wayo ukuba kwenziwe, ngosuku izitha zabaJuda ezazethembile ngalo ukubusa phezu kwabo nokho kwaguqulwa…

U-ESTERI 10

Amandla kaMoridekayi 1 Inkosi u-Ahashiveroshi yathelisa izwe neziqhingi zolwandle. 2 Zonke izenzo zegunya lakhe namandla akhe, nayo yonke indaba yobukhulu bukaMoridekayi inkosi eyayimkhulisela kubo angithi kulotshiwe encwadini yezindaba zemihla ngemihla…

UJOBE 1

Isimo sikaJobe; ukuhlupheka kwakhe nokubekezela kwakhe 1 Kwakukhona umuntu ezweni lase-Uzi ogama lakhe lalinguJobe; lowo muntu wayengenasici elungile, wayemesaba uNkulunkulu, wabalekela okubi. 2 Wazala amadodana ayisikhombisa namadodakazi amathathu. 3 Impahla…

UJOBE 2

UJobe uyalingwa futhi; ukubekezela kwakhe 1 Kwathi futhi ngelinye ilanga afika amadodana kaNkulunkulu, ema phambi kukaJehova; noSathane wafika phakathi kwawo ukuba eme phambi kukaJehova. 2 UJehova wathi kuSathane: “Uvelaphi na?”…

UJOBE 3

UJobe uqalekisa usuku lwakhe lokuzalwa; ufisa ukufa 1 Emva kwalokho uJobe wavula umlomo wakhe, waqalekisa usuku lwakhe. 2 UJobe wathatha wathi: 3 “Makubhubhe usuku engazalwa ngalo, nobusuku obathi: ‘Ukhulelwe umntwana…

UJOBE 4

Inkulumo yokuqala ka-Elifazi; uNkulunkulu ulungile; akakho olungile phambi kukaNkulunkulu 1 Wayesethatha u-Elifazi, umThemani, wathi: 2 “Uma kulingwa ukukhulunywa kuwe, uyakukhathazeka na? Kepha ngubani ongazibamba, angakhulumi, na? 3 Bheka, uqondisile abaningi;…