UNEHEMIYA 8

Abantu bafundelwa umthetho 1 Bonke abantu babuthana njengomuntu munye esigcawini esasiphambi kweSango Lamanzi; bakhuluma ku-Ezra, umbhali, ukuba alethe incwadi yomthetho kaMose, uJehova ayeyale ngawo u-Israyeli. 2 U-Ezra, umpristi, wawuletha umthetho…

UNEHEMIYA 9

Usuku lokuzila nolokuzisola nolokukhuleka 1 Ngosuku lwamashumi amabili nane lwaleyo nyanga abantwana bakwa-Israyeli babuthana, bazila ukudla benezindwangu zamasaka nothuli phezu kwabo. 2 Inzalo ka-Israyeli yayizahlukanisa nabezizwe bonke, yayimi ivuma izono…

UNEHEMIYA 10

1 Abanamathelisa nampa: uNehemiya umbusi, indodana kaHakaliya, noSedekiya, 2 noSeraya, no-Azariya, noJeremiya, 3 noPhashuri, no-Amariya, noMalikhiya, 4 noHathushi, noShebaniya, noMaluki, 5 noHarimi, noMeremoti, no-Obadiya, 6 noDaniyeli, noGinethoni, noBaruki, 7 noMeshulamu,…

UNEHEMIYA 11

Abantu bahlukaniselwa eJerusalema nakwezinye izindawo 1 Izinduna zabantu zahlala eJerusalema; abantu abaseleyo benza inkatho ukuyisa omunye kwabayishumi njalo ukuba ahlale eJerusalema, umuzi ongcwele, nabayisishiyagalolunye kweminye imizi. 2 Abantu babusisa bonke…

UNEHEMIYA 12

Abapristi namaLevi abafika noZerubabele 1 Nampa abapristi namaLevi abakhuphuka noZerubabele indodana kaSheyalitiyeli noJeshuwa: oSeraya, noJeremiya, no-Ezra, 2 no-Amariya, noMaluki, noHathushi, 3 noShekaniya, noRehumi, noMeremoti, 4 no-Ido, noGinethoyi, no-Abiya, 5 noMijamini,…

UNEHEMIYA 13

Eminye imisebenzi kaNehemiya 1 Ngalolo suku kwafundwa encwadini kaMose ezindlebeni zabantu; kwafunyanwa kulotshiwe kuyo ukuthi owakwa-Amoni nowakwaMowabi abanakungena ebandleni likaNkulunkulu kuze kube phakade, 2 ngokuba abahlangabezanga abakwa-Israyeli ngesinkwa namanzi, kepha…

U-ESTERI 1

Idili lika-Ahashiveroshi 1 Kwathi emihleni ka-Ahashiveroshi yena ungu-Ahashiveroshi lowo owabusa kusukela e-Indiya kuze kube seKushe phezu kwezifunda eziyikhulu namashumi amabili nesikhombisa 2 yebo, ngaleyo mihla lapho inkosi u-Ahashiveroshi ihlezi esihlalweni…

U-ESTERI 2

U-Esteri uyinkosikazi 1 Emva kwalokho lapho ulaka lwenkosi u-Ahashiveroshi selubohlile, yamkhumbula uVashiti nalokho akwenzileyo, nalokho okumenyezelwe ngaye. 2 Zase zithi izinceku zenkosi ezaziyikhonza: “Inkosi mayifunelwe izintombi ezibukekayo, 3 inkosi imise…

U-ESTERI 3

Icebo likaHamani ngoJuda 1 Emva kwalezo zinto inkosi, u-Ahashiveroshi, yamenza mkhulu uHamani indodana kaHamedatha umAgagi, yamphakamisa, yamisa isihlalo sakhe phezu kwazo zonke izikhulu ezazinayo. 2 Zonke izinceku zenkosi ezazisesangweni lenkosi…

U-ESTERI 4

Ukudabuka kukaMoridekayi 1 UMoridekayi esekwazi konke okwenziweyo, uMoridekayi waziklebhula izingubo zakhe, wembatha indwangu yamasaka nomlotha, waphumela phakathi komuzi, wakhala ngokukhala okukhulu okumunyu; 2 waya naphambi kwesango lenkosi, ngokuba kwakungekho ongangena…