2 IZIKRONIKE 34

UJosiya uyinkosi kwaJuda. Isivuselelo sakhe 1 UJosiya wayeneminyaka eyisishiyagalombili ekuqaleni kwakhe ukubusa, wabusa iminyaka engamashumi amathathu nanye eJerusalema. 2 Wenza okulungile emehlweni kaJehova, wahamba ngezindlela zikaDavide uyise, kachezukelanga ngakwesokunene nangakwesokhohlo….

2 IZIKRONIKE 35

Iphasika likaJosiya 1 UJosiya wamenzela uJehova iphasika eJerusalema; balihlaba iphasika ngolweshumi nane lwenyanga yokuqala. 2 Wamisa abapristi ezikhundleni zabo, wabaqinisa emsebenzini wendlu kaJehova. 3 Washo kumaLevi afundisa wonke u-Israyeli, ayengcwele…

2 IZIKRONIKE 36

OJehowahazi noJehoyakimi noJehoyakini noSedekiya bangamakhosi kwaJuda 1 Abantu bezwe bathatha uJehowahazi indodana kaJosiya, bambeka inkosi esikhundleni sikayise. 2 UJehowahazi wayeneminyaka engamashumi amabili nantathu ekuqaleni kwakhe ukubusa, wabusa izinyanga ezintathu eJerusalema….

U-EZRA 1

UKoresi inkosi yasePheresiya uvumela abaJuda ukuba babuyele ezweni lakubo 1 Ngomnyaka wokuqala kaKoresi, inkosi yasePheresiya, ukuba kufezeke izwi likaJehova, ngomlomo kaJeremiya uJehova wavusa umoya kaKoresi, inkosi yasePheresiya, ukuba amemezele embusweni…

U-EZRA 2

Ababuyayo 1 Nampa abantwana bezwe abakhuphuka ekuthunjweni kwababethunjiwe bayiswa eBabele nguNebukadinesari, inkosi yaseBabele, babuyela eJerusalema nakwaJuda, kwaba yilowo nalowo emzini wakubo, 2 bafika noZerubabele, noJeshuwa, noNehemiya, noSeraya, noRehelaya, noMoridekayi, noBilishani,…

U-EZRA 3

I-altare leminikelo yokushiswa. Umkhosi wamadokodo. Isisekelo sethempeli 1 Lapho isisondela inyanga yesikhombisa, abantwana bakwa-Israyeli besemizini, abantu babuthana eJerusalema njengomuntu munye. 2 Kwase kusuka uJeshuwa indodana kaJosadaki, nabafowabo abapristi, noZerubabele indodana…

U-EZRA 4

Umsebenzi wokwakha uyathiywa 1 Kwathi lapho izitha zakwaJuda nezakwaBenjamini sezizwile ukuthi abathunjwa bakhela uJehova uNkulunkulu ka-Israyeli ithempeli, 2 zasondela kuZerubabele nakuzo izinhloko zawoyise, zathi kubo: “Masakhe nani, ngokuba sifuna uNkulunkulu…

U-EZRA 5

Umsebenzi wokwakha uyaqala futhi. UDariyu uyabhalelwa 1 Abaprofethi, uHagayi umprofethi noZakariya indodana ka-Ido, baprofetha kubaJuda ababekwaJuda naseJerusalema ngegama likaNkulunkulu ka-Israyeli owayephezu kwabo. 2 Kwase kusuka uZerubabele indodana kaSheyalitiyeli noJeshuwa, indodana…

U-EZRA 6

Ithempeli liyaqedwa; liyahlanjululwa 1 Khona uDariyu wakhipha isimemezelo, kwacingwa endlini yezincwadi, lapho ingcebo yayibekelelwa khona eBabele. 2 Kwafunyanwa e-Akimetha endlini yamakhosi esezweni laseMediya umqulu okwakulotshwe kuwo isikhumbuzo sokuthi: 3 “Ngomnyaka…

U-EZRA 7

U-Ezra uya eJerusalema 1 Emva kwalokho esabusa u-Aritahishashita, inkosi yasePheresiya, u-Ezra kaSeraya ka-Azariya kaHilikiya, 2 kaShalumi kaSadoki ka-Ahithubi 3 ka-Amariya ka-Azariya kaMerayoti 4 kaZeraya ka-Uzi kaBuki 5 ka-Abishuwa kaFinehasi ka-Eleyazare…