2 IZIKRONIKE 24

UJowashi uyinkosi kwaJuda. Ukulungiswa kwethempeli 1 UJowashi wayeneminyaka eyisikhombisa ekuqaleni kwakhe ukubusa; wabusa iminyaka engamashumi amane eJerusalema; igama likanina lalinguSibiya waseBeri Sheba. 2 UJowashi wenza okulungile emehlweni kaJehova zonke izinsuku…

2 IZIKRONIKE 25

U-Amasiya uyinkosi kwaJuda. Unqoba abakwa-Edomi. Unqotshwa nguJowashi inkosi yakwa-Israyeli 1 U-Amasiya wayeneminyaka engamashumi amabili nanhlanu ekuqaleni kwakhe ukubusa, wabusa iminyaka engamashumi amabili nesishiyagalolunye eJerusalema; igama likanina lalinguJehohadani waseJerusalema. 2 Wenza…

2 IZIKRONIKE 26

U-Uziya uyinkosi kwaJuda. Impi yakhe namandla akhe. Uchoko lwakhe 1 Bonke abantu bakwaJuda bathatha u-Uziya owayeneminyaka eyishumi nesithupha, bambeka inkosi esikhundleni sikayise u-Amasiya. 2 Yena wakha i-Eloti, walibuyisela kuJuda, inkosi…

2 IZIKRONIKE 27

UJothamu uyinkosi kwaJuda 1 UJothamu wayeneminyaka engamashumi amabili nanhlanu ekuqaleni kwakhe ukubusa, wabusa iminyaka eyishumi nesithupha eJerusalema; igama likanina lalinguJerusha indodakazi kaSadoki. 2 Wenza okulungile emehlweni kaJehova njengakho konke akwenzileyo…

2 IZIKRONIKE 28

U-Ahazi uyinkosi kwaJuda 1 U-Ahazi wayeneminyaka engamashumi amabili ekuqaleni kwakhe ukubusa, wabusa iminyaka eyishumi nesithupha eJerusalema; akenzanga okulungile emehlweni kaJehova njengoDavide uyise, 2 kepha wahamba ngezindlela zamakhosi akwa-Israyeli, wenzela oBali…

2 IZIKRONIKE 29

UHezekiya uyinkosi kwaJuda. Uvusa inkonzo 1 UHezekiya waqala ukubusa eneminyaka engamashumi amabili nanhlanu, wabusa iminyaka engamashumi amabili nesishiyagalolunye eJerusalema; igama likanina lalingu-Abiya indodakazi kaZakariya. 2 Wenza okulungile emehlweni kaJehova njengakho…

2 IZIKRONIKE 30

IPhasika likaHezekiya 1 UHezekiya wathumela kuye wonke u-Israyeli noJuda, walobela o-Efrayimi noManase izincwadi ukuba beze endlini kaJehova eJerusalema, bamenzele uJehova uNkulunkulu ka-Israyeli iphasika. 2 Ngokuba inkosi yayelulekene nezikhulu zayo nebandla…

2 IZIKRONIKE 31

Ukondliwa kwabapristi namaLevi 1 Sekuphelile konke lokho, u-Israyeli wonke owayekhona waphuma waya emizini yakwaJuda, waphula izinsika, wagawula o-Ashera,* wadiliza izindawo eziphakemeyo nama-altare kwaJuda wonke, nakwaBenjamini, nakwa-Efrayimi, nakwaManase, waze waqeda konke….

2 IZIKRONIKE 32

USaneheribi ungenela uJuda 1 Emva kwalezo zinto naleso sibonelo sokuthembeka kwafika uSaneheribi inkosi yase-Asiriya, wangena kwaJuda, wamisa malungana nemizi ebiyelweyo, wathi uyakuzifohlela yona. 2 Lapho uHezekiya esebona ukuthi uSaneheribi ufikile…

2 IZIKRONIKE 33

OManase no-Amoni bangamakhosi kwaJuda 1 UManase wayeneminyaka eyishumi nambili ekuqaleni kwakhe ukubusa, wabusa iminyaka engamashumi ayisihlanu nanhlanu eJerusalema. 2 Wenza okubi emehlweni kaJehova njengezinengiso zabezizwe uJehova abaxosha phambi kwabantwana bakwa-Israyeli….