UGENESISE 31

UJakobe uyabalekela uLabani 1 Wayesezwa amazwi amadodana kaLabani, ethi: “UJakobe uthathile konke okwakungokukababa; ngokwakungokukababa uzizuzele lonke lolu dumo.” 2 UJakobe wabona ubuso bukaLabani; bheka, babungasenjengayizolo nakuthangi kuye. 3 UJehova wayesethi…

UGENESISE 32

UJakobe uyazilungiselela ukuhlangana no-Esawu 1 UJakobe wahamba indlela yakhe; izingelosi zikaNkulunkulu zamhlangabeza. 2 UJakobe ezibona wathi: “Lokhu kuyibandla likaNkulunkulu.” Waqamba igama laleyo ndawo ngokuthi iMahanayimi.* 3 UJakobe wathuma izithunywa phambi…

UGENESISE 33

UJakobe uhlangana no-Esawu 1 UJakobe waphakamisa amehlo akhe, wabheka, nango u-Esawu eza enamadoda angamakhulu amane. Abantwana wabahlukanisela oLeya, noRaheli, nezincekukazi zombili. 2 Wabeka izincekukazi nabantwana bazo ngaphambili, uLeya nabantwana bakhe…

UGENESISE 34

UDina woniwa nguShekemi 1 UDina, indodakazi kaLeya amzalela yona uJakobe, waphuma ukuyobona amadodakazi alelo zwe. 2 UShekemi indodana kaHamori umHivi, inkosi yezwe, wambona, wamthatha, walala naye, wamona. 3 Inhliziyo yakhe…

UGENESISE 35

UJakobe eseBethele 1 UNkulunkulu wathi kuJakobe: “Suka ukhuphukele eBethele, uhlale khona, umenzele lapho uNkulunkulu i-altare, yena owabonakala kuwe mhla ubalekela u-Esawu umfowenu.” 2 Wayesethi uJakobe kwabendlu yakhe nakubo bonke ababe…

UGENESISE 36

Umndeni ka-Esawu 1 Lezi ziyizizukulwane zika-Esawu ongu-Edomi. 2 U-Esawu wazithathela abafazi kuwo amadodakazi aseKhanani: u-Ada indodakazi ka-Eloni umHeti, no-Oholibama indodakazi ka-Ana, indodakazi kaSibeyoni umHivi, 3 noBasemati indodakazi ka-Ishmayeli, udadewabo kaNebayoti….

UGENESISE 37

Amaphupho kaJosefa 1 UJakobe wakha ezweni lokugogobala kukayise, ezweni laseKhanani. 2 Lokhu kuyindaba kaJakobe. UJosefa eseneminyaka eyishumi nesikhombisa wawalusa umhlambi kayise enabafowabo; engumfana nje wayekuwo amadodana kaBiliha nakuwo amadodana kaZilipa…

UGENESISE 38

Amadodana kaJuda 1 Kwathi ngaleso sikhathi uJuda wasuka kubafowabo, wehla, waya kumuntu wase-Adulamu ogama lakhe linguHira. 2 UJuda wabona lapho indodakazi yomuntu waseKhanani ogama lakhe linguShuwa; wayithatha, wangena kuyo. 3…

UGENESISE 39

Isikhundla sikaJosefa 1 UJosefa wehliselwa eGibithe; uPotifari inceku kaFaro, induna yemilindankosi, owaseGibithe, wamthenga esandleni sabakwa-Ishmayeli ababemehlisele khona. 2 UJehova wayenaye uJosefa, waba ngumuntu onenhlanhla; wayesendlini yenkosi yakhe yaseGibithe. 3 Inkosi…

UGENESISE 40

Amaphupho omphathizitsha nomphekizinkwa 1 Kwathi emva kwalezo zinto umphathizitsha wenkosi yaseGibithe nomphekizinkwa wayo bona enkosini yabo, inkosi yaseGibithe. 2 UFaro wazithukuthelela lezo zinceku zakhe zombili, induna yabaphathizitsha nenduna yabaphekizinkwa. 3…