2 IZIKRONIKE 14

U-Asa uyinkosi kwaJuda. Unqoba amaKushe 1 U-Abiya wayeselala koyise; bammbela emzini kaDavide; u-Asa indodana yakhe waba yinkosi esikhundleni sakhe: emihleni yakhe izwe lazola iminyaka eyishumi. 2 U-Asa wenza okuhle nokulungile…

2 IZIKRONIKE 15

Isiprofetho sika-Azariya. Umkhosi wokubonga kuka-Asa 1 UMoya kaNkulunkulu waba phezu kuka-Azariya indodana ka-Odedi; 2 waphuma ukuhlangabeza u-Asa, wathi kuye: “Ngizweni, Asa, noJuda wonke, noBenjamini, uJehova unani, uma ninaye; uma nimfuna,…

2 IZIKRONIKE 16

Isivumelwano sika-Asa noBeni Hadadi 1 Ngomnyaka wamashumi amathathu nesithupha wokubusa kuka-Asa, uBahasha, inkosi yakwa-Israyeli, wakhuphuka ukuhlasela uJuda, wakha iRama, ukuze angavumeli muntu ukuphuma nokungena ku-Asa inkosi yakwaJuda. 2 U-Asa wakhipha…

2 IZIKRONIKE 17

UJehoshafati uyinkosi kwaJuda. Amandla akhe 1 UJehoshafati indodana yakhe waba yinkosi esikhundleni sakhe, waziqinisa ukulwa no-Israyeli. 2 Wabeka amabutho emizini yonke ebiyelweyo yakwaJuda, wabeka amakhanda ezweni lakwaJuda, nasemizini yakwa-Efrayimi u-Asa…

2 IZIKRONIKE 18

O-Ahabi noJehoshafati bahlasela i-Aramu. Ukufa kuka-Ahabi 1 UJehoshafati wayenengcebo nodumo olukhulu, wahlangana ngobuhlobo no-Ahabi. 2 Ngasekugcineni kweminyaka ethile wehlela ku-Ahabi eSamariya. U-Ahabi wamhlabela yena nabantu ababenaye izimvu nezinkabi eziningi, wamncenga…

2 IZIKRONIKE 19

Amazwi omprofethi uJehu 1 UJehoshafati inkosi yakwaJuda wabuyela ngokuphila endlini yakhe eJerusalema. 2 UJehu, indodana kaHanani umboni, waphuma ukumhlangabeza, wathi enkosini uJehoshafati: “Usiza yini ababi, uthanda abamzondayo uJehova na? Ngalokho…

2 IZIKRONIKE 20

Ukunqoba kukaJehoshafati izitha zakhe 1 Kwathi emva kwalokho kwafika abantwana bakwaMowabi nabantwana bakwa-Amoni benabanye bamaMehuni kuJehoshafati, beyokulwa. 2 Kwafika abanye, bamtshela uJehoshafati, bathi: “Kusondela kuwe isixuku esikhulu sivela phesheya kolwandle…

2 IZIKRONIKE 21

UJehoramu uyinkosi kwaJuda 1 UJehoshafati wayeselala koyise, wembelwa koyise emzini kaDavide; uJehoramu, indodana yakhe, waba yinkosi esikhundleni sakhe. 2 Wayenabafowabo, amadodana kaJehoshafati: ngo-Azariya, noJehiyeli, noZakariya, no-Azariyahu, noMikayeli, noShefathiya; bonke labo…

2 IZIKRONIKE 22

U-Ahaziya uyinkosi kwaJuda 1 Abakhileyo eJerusalema babeka u-Ahaziya indodana yakhe encane inkosi esikhundleni sakhe, ngokuba iviyo lababefike ekamu* nabase-Arabiya lalibulele bonke abokuqala. Wayesebusa-ke u-Ahaziya indodana kaJehoramu inkosi yakwaJuda. 2 U-Ahaziya…

2 IZIKRONIKE 23

UJowashi uyinkosi. U-Athaliya uyabulawa 1 Ngomnyaka wesikhombisa uJehoyada waziqinisa, wazithathela izinduna zamakhulu, u-Azariya indodana kaJerohamu, no-Ishmayeli indodana kaJehohanani, no-Azariya indodana ka-Obede, noMahaseya indodana ka-Adaya, no-Elishafati indodana kaZikiri, zenza isivumelwano naye….