1 AMAKHOSI 20
U-Ahabi unqoba ama-Aramu kabili 1 UBeni Hadadi inkosi yase-Aramu wabutha yonke impi yakhe; wayenamakhosi angamashumi amathathu nambili, namahhashi, nezinqola; wenyuka, wavimbezela iSamariya, walwa nalo, 2 wathuma izithunywa ku-Ahabi inkosi yakwa-Israyeli…