1 AMAKHOSI 10

Inkosikazi yaseSheba 1 Inkosikazi yaseSheba isizwile udumo lukaSolomoni ngegama likaJehova yeza ukumvivinya ngezimfumbe. 2 Yeza eJerusalema inehele elikhulu kakhulu, namakamela ethwele amakha, negolide eliningi kakhulu, namatshe ayigugu; isifikile kuSolomoni yakhuluma…

1 AMAKHOSI 11

Abafazi bakaSolomoni nokuduka kwakhe 1 Inkosi uSolomoni yathanda abesifazane abaningi bezizwe kanye nendodakazi kaFaro, abangamaMowabikazi, nama-Amonikazi, nama-Edomikazi, namaSidonikazi, namaHetikazi, 2 abezizwe uJehova ayeshilo ngabo kwabakwa-Israyeli ukuthi: “Aniyikungena kubo, nabo bangangeni…

1 AMAKHOSI 12

Ukumiswa kukaRehobowamu; ukuhlubuka kwezizwe eziyishumi 1 URehobowamu waya eShekemi, ngokuba wonke u-Israyeli wayefikile eShekemi ukumbeka inkosi. 2 Kwathi lapho uJerobowamu indodana kaNebati ekuzwile — ngokuba wayeseGibithe, lapho ayebalekele khona, ebalekele…

1 AMAKHOSI 13

Umprofethi wakwaJuda nokubulawa kwakhe 1 Bheka, kwavela kwaJuda umuntu kaNkulunkulu ngezwi likaJehova, weza eBethele; uJerobowamu wayemi e-altare ukushisa impepho. 2 Walibiza i-altare ngezwi likaJehova, wathi: “Altare, altare, usho kanje uJehova,…

1 AMAKHOSI 14

Isiprofetho sika-Ahiya 1 Ngaleso sikhathi u-Abiya indodana kaJerobowamu wagula. 2 UJerobowamu wathi kumkakhe: “Ake usuke uzifihle, ukuze kungaziwa ukuthi wena ungumkaJerobowamu, uye eShilo; bheka, u-Ahiya umprofethi ulapho, yena owakhuluma ngami…

1 AMAKHOSI 15

Ukubusa kuka-Abiyamu no-Asa kwaJuda 1 Ngomnyaka weshumi nesishiyagalombili wenkosi uJerobowamu indodana kaNebati u-Abiyamu waba yinkosi kwaJuda. 2 Wabusa iminyaka emithathu eJerusalema; igama likanina lalinguMahakha, indodakazi ka-Abisalomu. 3 Wahamba ezonweni zonke…

1 AMAKHOSI 16

Isiprofetho sikaJehu ngoBahasha 1 Izwi likaJehova lafika kuJehu indodana kaHanani ngoBahasha, lathi: 2 “Njengokuba ngakuphakamisa othulini, ngakubeka umbusi wabantu bami u-Israyeli, kepha uhambe endleleni kaJerobowamu, wonisa abantu bami u-Israyeli ukuba…

1 AMAKHOSI 17

Umprofethi u-Eliya 1 U-Eliya waseThishibi, owayengowabagogobeleyo kwaGileyadi, wathi ku-Ahabi: “Kuphila kukaJehova, uNkulunkulu ka-Israyeli, engimi phambi kwakhe, akuyikubakho mazolo namvula kule minyaka, kuphela ngesiyalezo sezwi lami.” 2 Izwi likaJehova lafika kuye,…

1 AMAKHOSI 18

U-Eliya uthuma u-Obadiya ku-Ahabi 1 Kwathi emva kwezinsuku eziningi izwi likaJehova lafika ku-Eliya ngomnyaka wesithathu, lathi: “Hamba uzibonakalise ku-Ahabi; ngiyakunisa imvula emhlabeni.” 2 Wayesehamba u-Eliya ukuzibonakalisa ku-Ahabi. Indlala yayinamandla eSamariya….

1 AMAKHOSI 19

U-Eliya uyabaleka 1 U-Ahabi wamtshela u-Izebeli konke akwenzile u-Eliya, naphakathi kwalokho ukuthi ubulele bonke abaprofethi ngenkemba. 2 U-Izebeli wayesethuma isithunywa ku-Eliya ngokuthi: “Mabenze njalo kimi onkulunkulu, benezele futhi, uma ngingakwenzi…