2 USAMUWELI 24

Ukubalwa kwabantu 1 Intukuthelo kaJehova yabuye yavuthela u-Israyeli, wamvusa uDavide ngabo ngokuthi: “Hamba ubale u-Israyeli noJuda.” 2 Inkosi yathi kuJowabe induna yempi eyayinaye: “Hamba ezizweni zonke zakwa-Israyeli kusukela kwaDani kuze…

1 AMAKHOSI 1

Ukuguga kukaDavide 1 Inkosi uDavide yayisindala, ineminyaka eminingi; bayembesa ngezingubo, kepha ayifudumalanga. 2 Zase zithi kuyo izinceku zayo: “Inkosi yami, inkosi, mayifunelwe intombi esentsha ukuba ime phambi kwenkosi, iyiphathe, ilale…

1 AMAKHOSI 2

Amazwi okugcina kaDavide. Ukufa nokumbelwa kwakhe 1 Izinsuku zikaDavide zasondela ekufeni; wayesemyala uSolomoni indodana yakhe, ethi: 2 “Mina sengihamba indlela yawo wonke umhlaba; ngalokho qina, ube yindoda, 3 ugcine isiyalezo…

1 AMAKHOSI 3

Ukuganwa kukaSolomoni 1 USolomoni wahlangana ngobuhlobo noFaro inkosi yaseGibithe, wathatha indodakazi kaFaro, wayingenisa emzini kaDavide, waze waqeda ukwakha indlu yakhe, nendlu kaJehova, nogange lwaseJerusalema nxazonke. 2 Nokho abantu babehlaba ezindaweni…

1 AMAKHOSI 4

Izinduna nezinceku zikaSolomoni 1 Inkosi uSolomoni yabusa u-Israyeli wonke. 2 Yilezi izikhulu eyayinazo: u-Azariya indodana kaSadoki wayengumpristi; 3 o-Elihorefi no-Ahiya amadodana kaShisha babe ngababhali, noJehoshafati indodana ka-Ahiludi wayengumabhalana; 4 uBenaya…

1 AMAKHOSI 5

Isivumelwano sikaSolomoni noHiramu 1 UHiramu inkosi yaseTire wathuma izinceku zakhe kuSolomoni, ngokuba wayezwile ukuthi ugcotshiwe abe yinkosi esikhundleni sikayise, ngokuba uHiramu wayengumngane kaDavide njalo. 2 USolomoni wathumela kuHiramu, wathi: 3…

1 AMAKHOSI 6

Ithempeli 1 Kwathi ngomnyaka wamakhulu amane namashumi ayisishiyagalombili emva kokuphuma kwabantwana bakwa-Israyeli ezweni laseGibithe, ngomnyaka wesine wokubusa kukaSolomoni phezu kwabakwa-Israyeli, ngenyanga kaZivi eyinyanga yesibili, waqala ukwakha indlu kaJehova. 2 Indlu…

1 AMAKHOSI 7

Indlu kaSolomoni 1 Kepha uSolomoni wakha indlu yakhe iminyaka eyishumi nantathu, wayiqeda indlu yakhe yonke. 2 Wakha nendlu yehlathi laseLebanoni; ubude bayo babuyizingalo eziyikhulu, nobubanzi bayo babuyizingalo ezingamashumi ayisihlanu, nokuphakama…

1 AMAKHOSI 8

Ukungeniswa komphongolo kaJehova ethempelini 1 Khona uSolomoni wabutha amalunga akwa-Israyeli nezinhloko zezizwe, izikhulu zawoyise babantwana bakwa-Israyeli enkosini uSolomoni eJerusalema, ukuba bakhuphule umphongolo wesivumelwano sikaJehova emzini kaDavide oyiSiyoni. 2 Onke amadoda…

1 AMAKHOSI 9

UJehova uyabonakala kuSolomoni 1 Kwathi uSolomoni eseqedile ukwakha indlu kaJehova, nendlu yenkosi, nakho konke ukufisa kukaSolomoni ayefune ukukwenza, 2 uJehova wabonakala kuSolomoni ngokwesibili, njengalokho ayebonakele kuye eGibeyoni. 3 UJehova wathi…