UGENESISE 21
Ukuzalwa kuka-Isaka 1 UJehova wamhambela uSara njengokusho kwakhe; UJehova wenza kuSara njengalokho ekhulumile. 2 USara wakhulelwa, wamzalela u-Abrahama indodana esemdala kuleyo nkathi uNkulunkulu abeyishilo kuye. 3 U-Abrahama waqamba igama lendodana…