2 USAMUWELI 4
Ukubulawa kuka-Ishi Bosheti nokuphindiselwa kwakhe 1 Lapho isizwile indodana kaSawule ukuthi u-Abineri ufile eHebroni, izandla zayo zaba buthakathaka, nabo bonke abakwa-Israyeli bakhathazeka. 2 Indodana kaSawule yayinamadoda amabili ayeyizinduna zamaviyo; igama…