1 USAMUWELI 15

USawule uyahlula ama-Amaleki 1 USamuweli wathi kuSawule: “UJehova wangithuma ukuba ngikugcobe ube yinkosi phezu kwabantu bakhe u-Israyeli; ngalokho lalela amazwi kaJehova. 2 Usho kanje uJehova Sebawoti, uthi: ‘Ngiyakuhambela umAmaleki ngalokho…

1 USAMUWELI 16

Ukugcotshwa kukaDavide abe yinkosi 1 UJehova wathi kuSamuweli: “Uyakumkhalela kuze kube nini na? Ngokuba ngimlahlile ukuba angabe esaba yinkosi phezu kuka-Israyeli. Gcwalisa uphondo lwakho ngamafutha, uhambe; ngiyakukuthuma kuJese waseBetlehema, ngokuba…

1 USAMUWELI 17

UDavide ubulala umFilisti uGoliyati 1 AmaFilisti abutha izimpi zawo ukuba alwe; abuthana eSoko lakwaJuda, amisa phakathi kweSoko ne-Azeka e-Efesi Damimi. 2 USawule nabantu bakwa-Israyeli babuthana, bamisa esigodini sase-Ela, bahlela impi…

1 USAMUWELI 18

UDavide uthandwa nguJonathani, uzondwa nguSawule 1 Kwathi eseqedile ukukhuluma kuSawule, inhliziyo kaJonathani yanamathela enhliziyweni kaDavide, uJonathani wamthanda njengenhliziyo yakhe. 2 USawule wamthatha ngalolo suku, akabe esamvumela ukubuyela endlini kayise. 3…

1 USAMUWELI 19

UDavide ukhulunyelwa kuSawule nguJonathani 1 USawule wakhuluma kuJonathani indodana yakhe nakuzo zonke izinceku zakhe ngokubulala uDavide. Kepha uJonathani indodana kaSawule wamenamela kakhulu uDavide. 2 UJonathani wamtshela uDavide, wathi: “USawule ubaba…

1 USAMUWELI 20

UJonathani uphinda amkhulumele uDavide 1 UDavide wabaleka eNayoti eRama, weza, wathi phambi kukaJonathani: “Ngenzeni na? Liyini icala lami na? Siyini isono sami phambi kukayihlo ukuba afune ukuphila kwami na?” 2…

1 USAMUWELI 21

UDavide ukumpristi u-Ahimeleki eNobi. Ubaleka aye ku-Akhishi 1 UDavide wayeseya eNobi ku-Ahimeleki umpristi; u-Ahimeleki waya ukumhlangabeza uDavide ethuthumela, wathi kuye: “Yini ukuba uwedwa, kungekho muntu nawe, na?” 2 UDavide wathi…

1 USAMUWELI 22

UDavide uyisibaleki emhumeni wase-Adulamu nakwaMowabi 1 UDavide wayesesuka khona, wabaleka, waya emhumeni wase-Adulamu; lapho abafowabo nabo bonke abendlu kayise bekuzwa, behlela khona kuye. 2 Kwabuthana kuye bonke abanosizi, nabo bonke…

1 USAMUWELI 23

Ukukhululwa kweKeyila 1 Kwabikwa kuDavide ukuthi: “Bheka, amaFilisti ayalwa neKeyila, aphanga izibuya.” 2 Ngalokho uDavide wabuza kuJehova, wathi: “Ngiye ngibulale lawo maFilisti na?” UJehova wathi kuDavide: “Hamba uwabulale amaFilisti, usindise…

1 USAMUWELI 24

ODavide noSawule basemhumeni wase-Eni Gedi 1 Kwathi uSawule esebuyile ekuxosheni amaFilisti, kwabikwa kuye ukuthi: “Bheka, uDavide usehlane lase-Eni Gedi.” 2 USawule wayesethatha abantu abayizinkulungwane ezintathu abakhethiweyo kuye wonke u-Israyeli, wahamba…