1 USAMUWELI 5

Umphongolo usendlini kaDagoni 1 AmaFilisti athatha umphongolo kaNkulunkulu, awususa e-Ebeni Ezeri, awuyisa e-Ashidodi. 2 AmaFilisti awuthatha umphongolo kaNkulunkulu, awungenisa endlini kaDagoni, awubeka ngakuye uDagoni. 3 Abase-Ashidodi sebevukile kusasa ekuseni, bheka,…

1 USAMUWELI 6

Umphongolo kaJehova uyabuyiselwa ezweni lakwa-Israyeli 1 Umphongolo kaJehova wawusezweni lamaFilisti izinyanga eziyisikhombisa. 2 AmaFilisti abiza abapristi nababhuli, athi: “Siyakwenze njani ngomphongolo kaJehova na? Saziseni ukuthi singawubuyisela kanjani endaweni yawo.” 3…

1 USAMUWELI 7

Umphongolo useKiriyati Jeharimi 1 Abantu baseKiriyati Jeharimi bafika, bakhuphula umphongolo kaJehova, bawungenisa endlini ka-Abinadaba entabeni, bamngcwelisa u-Eleyazare indodana yakhe ukuba agcine umphongolo kaJehova. 2 Kwathi kusukela osukwini umphongolo owahlala ngalo…

1 USAMUWELI 8

Amadodana kaSamuweli 1 Kwathi uSamuweli esemdala, wabeka amadodana akhe abe ngabahluleli phezu kuka-Israyeli. 2 Igama lendodana yakhe eyizibulo lalinguJoweli; igama leyesibili lalingu-Abiya; babe ngabahluleli eBeri Sheba. 3 Amadodana akhe ayengahambi…

1 USAMUWELI 9

UJehova uyakhetha uSawule abe yinkosi 1 Kwakukhona umuntu wakwaBenjamini ogama lakhe lalinguKishi indodana ka-Abiyeli kaSerori kaBekhorati ka-Afiya, indodana yowakwaBenjamini, iqhawe elinamandla. 2 Wayenendodana egama layo lalinguSawule, insizwa enhle; kwakungekho muntu…

1 USAMUWELI 10

USawule uyagcotshwa nguSamuweli, abe yinkosi 1 USamuweli wayesethatha umfuma wamafutha, wawathela ekhanda lakhe, wamanga, wathi: “Angithi uJehova ukugcobile ukuba ube ngumholi wefa lakhe na? 2 Nxa usumukile kimi namuhla, uyakufumana…

1 USAMUWELI 11

USawule unqoba abakwa-Amoni 1 Kwenyuka uNahashi wakwa-Amoni, wamisa eJabeshi Gileyadi; bonke abantu baseJabeshi bathi kuNahashi: “Yenza isivumelwano nathi, siyakukukhonza.” 2 UNahashi wakwa-Amoni wathi kubo: “Ngiyakusenza nani ngalokhu ukuba kukhishwe onke…

1 USAMUWELI 12

USamuweli ulanda indaba yomsebenzi wakhe 1 USamuweli wathi kuye wonke u-Israyeli: “Bhekani, ngilalele izwi lenu kukho konke enikushiloyo kimi, ngibekile inkosi phezu kwenu. 2 Manje bhekani, inkosi iyahamba phambi kwenu;…

1 USAMUWELI 13

Impi namaFilisti 1 USawule wabusa umnyaka; esebusile iminyaka emibili kwa-Israyeli. 2 USawule wazikhethela abantu abayizinkulungwane ezintathu kwa-Israyeli; izinkulungwane ezimbili zazinoSawule eMikimashi nasentabeni yaseBetlehema, nenkulungwane yayinoJonathani eGibeya lakwaBenjamini; abanye abantu wabamukisa,…

1 USAMUWELI 14

Ubuqhawe bukaJonathani 1 Kwathi ngosuku oluthile uJonathani indodana kaSawule wathi odibini oluphethe izikhali zakhe: “Woza siwele, siye ekhandeni lamaFilisti elingaphesheya.” Kepha akamtshelanga uyise. 2 USawule wahlala emaphethelweni aseGibeya phansi kompomegranati*…