UJOSHUWA 24

Inkulumo yokugcina kaJoshuwa 1 UJoshuwa wabutha zonke izizwe zakwa-Israyeli eShekemi, wabiza amalunga akwa-Israyeli, nezinhloko zakhe, nabahluleli bakhe, nezinduna zakhe, bema phambi kukaNkulunkulu. 2 UJoshuwa wathi kubantu bonke: “Usho kanje uJehova…

ABAHLULELI 1

Ukulwa kwabakwa-Israyeli namaKhanani, esefile uJoshuwa 1 Kwathi emva kokufa kukaJoshuwa abantwana bakwa-Israyeli bambuza uJehova, bathi: “Ngubani phakathi kwethu oyakusikhuphukelela kuwo amaKhanani kuqala ukulwa nawo na?” 2 UJehova wathi: “Kuyakukhuphuka uJuda;…

ABAHLULELI 2

Ukujeziswa kokungalaleli kwabakwa-Israyeli 1 Ingelosi kaJehova yakhuphuka eGiligali, yaya eBokimi. Yathi: “Nganikhuphula eGibithe, nginilethile ezweni engalifungela oyihlo; ngathi: ‘Angisoze ngaphula kuze kube phakade isivumelwano sami nani, 2 kepha aniyikwenza sivumelwano…

ABAHLULELI 3

1 Lezi ziyizizwe aziyekile uJehova ukuze amvivinye ngazo u-Israyeli, bonke abakwa-Israyeli ababengazi mpi eKhanani, 2 kuphela ukuba izizukulwane zabantwana bakwa-Israyeli zazi, zifundiswe impi, ikakhulu labo ababengayazi ngaphambili. 3 Amakhosi ayisihlanu…

ABAHLULELI 4

UDebora 1 Abantwana bakwa-Israyeli babuye benza okubi emehlweni kaJehova, esefile u-Ehudi. 2 UJehova wathengisa ngabo esandleni sikaJabini inkosi yaseKhanani, owabusa eHasori, onduna yempi yakhe yayinguSisera owahlala eHarosheti labezizwe. 3 Abantwana…

ABAHLULELI 5

Ihubo likaDebora noBaraki 1 Base behlabelela oDebora noBaraki indodana ka-Abinohama ngalolo suku, bethi: 2 “Ngokuba abaholi beholile kwa-Israyeli, ngokuba abantu bezinikela ngenhliziyo, bongani uJehova. 3 “Yizwani nina makhosi; bekani indlebe…

ABAHLULELI 6

Ukubizwa kukaGideyoni 1 Kepha abantwana bakwa-Israyeli benza okubi emehlweni kaJehova; uJehova wabanikela esandleni sakwaMidiyani iminyaka eyisikhombisa. 2 Isandla sakwaMidiyani samahlula u-Israyeli; ngenxa yakwaMidiyani abantwana bakwa-Israyeli bazenzela imihume yasezintabeni, nemigede, nezinqaba….

ABAHLULELI 7

UGideyoni uyanqoba abakwaMidiyani 1 UJerubali* onguGideyoni nabantu bonke ababenaye bavuka ekuseni, bamisa ngasemthonjeni waseHarodi; ikamu* lakwaMidiyani lalingasenyakatho kwabo ngasegqumeni laseMore esigodini. 2 UJehova wathi kuGideyoni: “Abantu abanawe baningi kakhulu ukuba…

ABAHLULELI 8

Ukukhonona kwabakwa-Efrayimi 1 Abantu bakwa-Efrayimi bathi kuye: “Ukwenzeleni lokhu kithina ukuthi awusibizanga lapho uyakulwa nabakwaMidiyani na?” Bamkhankatha kakhulu. 2 Wathi kubo: “Ngenzeni mina, uma kulinganiswa nokwenu na? Ukukhothoza kwabakwa-Efrayimi akukuhle…

ABAHLULELI 9

Izenzo ezimbi zika-Abimeleki nokugcina kwakhe 1 U-Abimeleki indodana kaJerubali* waya kubafowabo bakanina, wakhuluma kubo nomndeni wonke wendlu kayise kanina, wathi: 2 “Ake nikhulume ezindlebeni zabo bonke abantu baseShekemi, nithi: ‘Yikuphi…