UJOSHUWA 14
Izwe elingasentshonalanga kweJordani liyahlukaniswa 1 Lawa angamafa abawathathayo abantwana bakwa-Israyeli ezweni laseKhanani abababela wona u-Eleyazare umpristi, noJoshuwa indodana kaNuni, nezinhloko zawoyise bezizwe zabantwana bakwa-Israyeli, 2 ngenkatho yefa labo, njengalokho uJehova…