UJOSHUWA 4

Amatshe ezikhumbuzo eGiligali naseJordani 1 Kwathi lapho isizwe sonke sesiwele iJordani saphelela, uJehova wakhuluma kuJoshuwa, wathi: 2 “Zithatheleni amadoda ayishumi nambili, indoda ibenye ngesizwe, 3 niwayale nithi: ‘Zikhipheleni lapha phakathi…

UJOSHUWA 5

Abantwana bakwa-Israyeli 1 Kwathi onke amakhosi ama-Amori ayengaphesheya kweJordani ngasentshonalanga, nawo onke amakhosi amaKhanani ayengaselwandle esezwa ukuthi uJehova womise amanzi aseJordani phambi kwabantwana bakwa-Israyeli saze sawela, izinhliziyo zabo zaphela amandla,…

UJOSHUWA 6

Ukuchithwa kweJeriko 1 IJeriko lalivalile amasango alo ngenxa yabantwana bakwa-Israyeli; kwakungaphumi muntu, kungangeni muntu. 2 UJehova wathi kuJoshuwa: “Bheka, nginikele esandleni sakho iJeriko, nenkosi yalo, namaqhawe anamandla. 3 Niyakuhaqa umuzi,…

UJOSHUWA 7

Icala lika Akani nesijeziso sakhe 1 Kepha abantwana bakwa-Israyeli beqa ngokuqalekisiweyo, lokhu u-Akani kaKarmi kaZabidi kaZera, owesizwe sakwaJuda, ethatha kukho okuqalekisiweyo; intukuthelo kaJehova yabavuthela abantwana bakwa-Israyeli. 2 UJoshuwa wathuma amadoda,…

UJOSHUWA 8

Ukuchithwa kwe-Ayi 1 UJehova wathi kuJoshuwa: “Ungesabi, ungabi naluvalo; suka nabo bonke abantu bempi, ukhuphuke uye e-Ayi; bheka, nginikele esandleni sakho inkosi yase-Ayi, nabantu bayo, nomuzi wayo, nezwe layo; 2…

UJOSHUWA 9

Ubuqili babaseGibeyoni 1 Kwathi lapho onke amakhosi ayengaphesheya kweJordani, ezintabeni, nasemathafeni, nasogwini lonke loLwandle Olukhulu olubhekene neLebanoni, amaHeti, nama-Amori, namaKhanani, namaPherizi, namaHivi, namaJebusi, esezwa lokho, 2 abuthana ndawonye ukuba alwe…

UJOSHUWA 10

Amakhosi ayisihlanu anqotshwa ngaseGibeyoni 1 Kwathi lapho u-Adoni Sedeki inkosi yaseJerusalema esezwile ukuthi uJoshuwa uthathile i-Ayi, waliqeda nya njengalokho ebenzile kulo iJeriko nenkosi yalo, wayenze njalo kulo i-Ayi nenkosi yalo…

UJOSHUWA 11

Ukunqotshwa kwenyakatho yaseKhanani 1 Kwathi lapho uJabini inkosi yaseHasori ekuzwa lokho, wathumela kuJobabi inkosi yaseMadoni, nakuyo inkosi yaseShimroni, nakuyo inkosi yase-Akishafu, 2 nakuwo amakhosi angasenyakatho ezintabeni, nase-Araba ngaseningizimu kwaseKinereti, nasemathafeni,…

UJOSHUWA 12

Amagama amakhosi anqotshiweyo 1 Lawa angamakhosi ezwe anqotshwa ngabantwana bakwa-Israyeli, belidla izwe lawo ngaphesheya kweJordani ngasempumalanga, kusukela esigodini sase-Arinoni kuze kube sentabeni yaseHermoni, nalo lonke i-Araba ngasempumalanga: 2 uSihoni inkosi…

UJOSHUWA 13

UJehova uyamyala uJoshuwa ukwahlukanisa izwe 1 UJoshuwa wayesemdala eneminyaka eminingi; uJehova wathi kuye: “Usumdala uneminyaka eminingi, kepha kusasele izwe elikhulu kakhulu eliyakudliwa. 2 “Leli liyizwe elisasele: amazwe onke amaFilisti nawo…