UDUTERONOMI 28

Izibusiso neziqalekiso 1 “Kuyakuthi uma ulalela nokulalela izwi likaJehova uNkulunkulu wakho, uqaphele ukuyenza yonke imiyalo yakhe engikuyala ngayo namuhla, uJehova uNkulunkulu wakho akuphakamise phezu kwazo zonke izizwe zomhlaba. 2 Zonke…

UDUTERONOMI 29

Inkulumo kaMose yokuyala 1 Nanka amazwi esivumelwano uJehova amyala ngaso uMose ukuba asenze nabantwana bakwa-Israyeli ezweni lakwaMowabi ngaphandle kwesivumelwano asenza nabo eHorebe. 2 UMose wabiza bonke abakwa-Israyeli, wathi kubo: “Nibonile…

UDUTERONOMI 30

Sisaqhubeka isiyalezo sikaMose 1 “Kuyakuthi lapho zonke lezi zinto sezikwehlele, isibusiso nesiqalekiso, engizibekile phambi kwakho, uzindle ngazo enhliziyweni yakho phakathi kwezizwe lapho uJehova uNkulunkulu wakho ekuxoshele khona, 2 ubuyele kuJehova…

UDUTERONOMI 31

Isinqumo sokuba uJoshuwa athathe isikhundla sikaMose 1 UMose waya ukukhuluma lawa mazwi kubo bonke abakwa-Israyeli, 2 wathi kubo: “Ngineminyaka eyikhulu namashumi amabili namuhla; angisenamandla okuphuma nokungena; uJehova ushilo kimi ukuthi:…

UDUTERONOMI 32

Ihubo lokuvalelisa kukaMose 1 “Bekani indlebe nina mazulu, ngiyakukhuluma; umhlaba mawuzwe amazwi omlomo wami. 2 Imfundiso yami iyakuconsa njengemvula, inkulumo yami ichiche njengamazolo, njengomkhizo ohlazeni, nanjengezihlambi etshanini, 3 ngokuba ngiyakumemezela…

UDUTERONOMI 33

UMose ubusisa izizwe zakwa-Israyeli 1 Nasi isibusiso uMose, umuntu kaNkulunkulu, abusisa ngaso abantwana bakwa-Israyeli, engakafi; wathi: 2 “UJehova wavela eSinayi, wabaphumela evela eSeyiri, wanyampuza entabeni yasePharanu, weza ephuma ezigidini zendawo…

UDUTERONOMI 34

Ukufa kukaMose 1 UMose wakhuphuka emathafeni akwaMowabi, waya entabeni yaseNebo esiqongweni sasePisiga esimalungana neJeriko. UJehova wamtshengisa izwe lonke lakwaGileyadi kwaze kwaba kwaDani, 2 noNafetali wonke, nezwe lakwa-Efrayimi, nelakwaManase, nezwe lonke…

UJOSHUWA 1

UJehova uyala uJoshuwa ukuwela iJordani 1 Kwathi emva kokufa kukaMose inceku kaJehova, uJehova wakhuluma kuJoshuwa indodana kaNuni, isikhonzi sikaMose, wathi: 2 “UMose inceku yami ufile; ngalokho suka uwele leli Jordani,…

UJOSHUWA 2

Izinhloli zithunywa eJeriko, zamukelwa nguRahabi 1 UJoshuwa indodana kaNuni wathuma ngasese eseShithimi amadoda amabili abe yizinhloli, wathi: “Hambani nibone izwe neJeriko.” Basuka, bafika endlini yesifebe esigama laso linguRahabi, balala khona….

UJOSHUWA 3

Ukuwela iJordani 1 UJoshuwa wavuka ekuseni kakhulu, basuka eShithimi, bafika eJordani, yena nabo bonke abantwana bakwa-Israyeli, balala khona ebusuku bengakaweli. 2 Kwathi emva kwezinsuku ezintathu izinduna zadabula phakathi kwekamu.* 3…