UDUTERONOMI 8

Izenzo ezinhle zikaNkulunkulu ku-Israyeli ehlane.Isixwayiso ngokuziqhenya nangokungamesabi uNkulunkulu 1 “Yonke imiyalo engikuyala ngayo namuhla niyakuyigcina niyenze ukuba niphile, nande, ningene ukulidla izwe uJehova alifungela oyihlo. 2 Woyikhumbula yonke indlela uJehova…

UDUTERONOMI 9

Ukungalaleli kuka-Israyeli ehlane 1 “Yizwa, Israyeli: Wena uyakuwela iJordani namuhla, ungene udle izizwe ezinkulu nezinamandla kunawe, imizi emikhulu nebiyelwe kuze kube sezulwini, 2 abantu abakhulu nabade, amadodana ama-Anaki owaziyo, ozwile…

UDUTERONOMI 10

Izibhebhe ezintsha zamatshe 1 “Ngaleso sikhathi uJehova wathi kimi: ‘Zibazele izibhebhe ezimbili zamatshe njengezokuqala, ukhuphukele kimi entabeni, uzenzele umphongolo womuthi. 2 Ngiyakuloba ezibhebheni amazwi ayesezibhebheni zokuqala owazaphula, uzifake emphongolweni.’ 3…

UDUTERONOMI 11

Ukuqhubeka kwesiyalezo sokulalela imiyalo kaJehova 1 “Ngalokho wothanda uJehova uNkulunkulu wakho, ugcine imfanelo yakhe, nezimiso zakhe, nezahlulelo zakhe, nemiyalo yakhe izinsuku zonke. 2 Yazini namuhla ngokuba angikhulumi kubantwana benu abangazanga…

UDUTERONOMI 12

Ukumkhonza uJehova kumelwe ukuba kube sendaweni eyodwa 1 “Lezi ziyizimiso nezahlulelo eniyakugcina ukuzenza ezweni uJehova uNkulunkulu wawoyihlo akunike lona ukuba ulidle zonke izinsuku zokuphila kwenu emhlabeni. 2 Niyakuchitha nokuchitha zonke…

UDUTERONOMI 13

Isixwayiso ngabaprofethi bamanga nokukhonza izithixo 1 “Uma kuvuka phakathi kwakho umprofethi, noma umphuphi wamaphupho, akunike isibonakaliso nesimangaliso, 2 isibonakaliso noma isimangaliso akhulume ngaso kuwe besesenzeka, athi: ‘Masilandele abanye onkulunkulu ongabaziyo,…

UDUTERONOMI 14

Izilwane ezihlambulukileyo nezingcolileyo 1 “Ningabantwana bakaJehova uNkulunkulu wenu; aniyikuzisika, ningaziphuculi phezu kwamehlo enu ngenxa yabafileyo. 2 Ngokuba ningabantu abangcwele kuJehova uNkulunkulu wenu; uJehova unikhethile nibe yisizwe senzuzo yakhe ngaphezu kwezizwe…

UDUTERONOMI 15

Umnyaka woyekelo 1 “Ngasekugcineni kweminyaka eyisikhombisa njalo uyakwenza uyekelo. 2 Nansi indlela yoyekelo: Yilowo nalowo otshelekileyo uyakuyekela lokho akutshelekile umakhelwane wakhe; akayikukubiza kumakhelwane wakhe nakumfowabo, ngokuba uyekelo lukaJehova lumenyezelwe. 3…

UDUTERONOMI 16

Imikhosi emithathu emikhulu 1 “Gcina inyanga ka-Abibi, nilenze iphasika likaJehova uNkulunkulu wakho, ngokuba ngenyanga ka-Abibi uJehova uNkulunkulu wakho wakukhipha eGibithe ebusuku. 2 Uyakunikela ngephasika kuJehova uNkulunkulu wakho ezimvini nasezinkomeni endaweni…

UDUTERONOMI 17

Isijeziso sokukhonza onkulunkulu bamanga 1 “Ungahlabeli uJehova uNkulunkulu wakho inkomo, noma imvu enesici, enokubi okuthile, ngokuba kuyisinengiso kuJehova uNkulunkulu wakho. 2 Uma kutholakala phakathi kwakho, ngaphakathi kwelithile lamasango akho uJehova…