UNUMERI 34
Ukunqunywa kwemikhawulo yezwe 1 UJehova wakhuluma kuMose, wathi: 2 “Yala abantwana bakwa-Israyeli, uthi kubo: ‘Nxa nifika ezweni laseKhanani lokhu kuyizwe eliyakuba yifa lenu, izwe laseKhanani ngokwemikhawulo yalo — 3 uhlangothi…
Ukunqunywa kwemikhawulo yezwe 1 UJehova wakhuluma kuMose, wathi: 2 “Yala abantwana bakwa-Israyeli, uthi kubo: ‘Nxa nifika ezweni laseKhanani lokhu kuyizwe eliyakuba yifa lenu, izwe laseKhanani ngokwemikhawulo yalo — 3 uhlangothi…
Imizi engamashumi amane nesishiyagalombili yamaLevi 1 UJehova wakhuluma kuMose emathafeni akwaMowabi ngaseJordani ngaseJeriko, wathi: 2 “Yala abantwana bakwa-Israyeli ukuba banike amaLevi kulo izwe eliyifa labo imizi ukuba ahlale kuyo; niyakunika…
Ukugana kwamadodakazi kaSelofehadi 1 Izinhloko zezindlu zawoyise bomndeni wabantwana bakwaGileyadi kaMakiri kaManase, abemindeni yamadodana kaJosefa, zasondela, zakhuluma phambi kukaMose naphambi kwezikhulu, izinhloko zezindlu zawoyise babantwana bakwa-Israyeli, 2 zathi: UJehova wayiyala…
UMose ulanda ngokwenzekileyo ekuhambeni kwabakwa-Israyeli ehlane 1 Lawa angamazwi uMose awakhuluma kubo bonke abakwa-Israyeli ngaphesheya kweJordani ehlane e-Araba, malungana neSufi, phakathi kwePharanu, neThofeli, neLabani, neHaseroti, neDi Zahabi, 2 kuyizinsuku eziyishumi…
Inkulumo kaMose isaqhubeka 1 “Sase siphenduka sahamba, saya ehlane ngendlela eya eLwandle Olubomvu, njengalokho ebeshilo kimi uJehova. Sazungeza intaba yaseSeyiri izinsuku eziningi. 2 “UJehova wakhuluma kimi, wathi: 3 ‘Sekuyisikhathi niyizungeza…
Inkulumo kaMose isaqhubeka 1 “Sase siphenduka sakhuphuka ngendlela eya eBashani; u-Ogi inkosi yaseBashani waphuma wasihlasela, yena nabo bonke abantu bakhe, ukuzokulwa ngase-Edireyi. 2 UJehova wayesethi kimi: ‘Ungamesabi, ngokuba ngimnikele yena…
Inkulumo kaMose isaqhubeka 1 “Manje-ke, Israyeli, yizwa izimiso nezahlulelo enginifundisa zona ukuba nizenze, nize niphile, ningene nilidle izwe uJehova uNkulunkulu wawoyihlo aninika lona. 2 Aniyikuthasisela ezwini enginiyala ngalo, ninganciphisi futhi…
Isivumelwano saseHorebe 1 UMose wayesebiza wonke u-Israyeli, wathi kuye: “Yizwa, Israyeli, izimiso nezahlulelo engizikhuluma ezindlebeni zakho namuhla ukuba uzifunde, uqaphele ukuzenza. 2 UJehova uNkulunkulu wethu wenza isivumelwano nathi eHorebe. 3…
Isiyalezo sokugcina imiyalo kaNkulunkulu nesokumthanda 1 “Nansi imiyalo, nezimiso, nezahlulelo uJehova uNkulunkulu wenu ayala ukuba nifundiswe khona, nikwenze ezweni eniya kulo ukulidla, 2 ukuze umesabe uJehova uNkulunkulu wakho, ugcine zonke…
AmaKhanani amelwe ukuchithwa 1 “Lapho uJehova uNkulunkulu wakho eyakukungenisa ezweni oya kulo ukulidla, axoshe izizwe eziningi phambi kwakho, amaHeti, namaGirigashi, nama-Amori, namaKhanani, namaPherizi, namaHivi, namaJebusi, izizwe eziyisikhombisa ezinkulu nezinamandla kunawe,…