ULEVITIKUSI 21

Imithetho yabapristi 1 UJehova wathi kuMose: “Khuluma kubapristi, amadodana ka-Aroni, uthi kubo: ‘Makungabikho ozingcolisayo ngofileyo phakathi kwabantu bakubo, 2 ngaphandle kwezihlobo ezinyamanye naye, okungukuthi unina, noyise, nendodana yakhe, nendodakazi yakhe,…

ULEVITIKUSI 22

Eminye imithetho yabapristi 1 UJehova wakhuluma kuMose, wathi: 2 “Yisho ku-Aroni nakumadodana akhe ukuba bahlukane nezinto ezingcwele zabantwana bakwa-Israyeli abangingcwelisela zona, bangalihlambalazi igama lami elingcwele; nginguJehova. 3 “Yisho kubo ukuthi:…

ULEVITIKUSI 23

Imithetho yemikhosi 1 UJehova wakhuluma kuMose, wathi: 2 “Yisho kubantwana bakwa-Israyeli, uthi kubo: ‘Imikhosi emisiweyo kaJehova eniyakuyimemezela ibe yimihlangano engcwele, yona iyimikhosi yami emisiweyo. 3 “ ‘Umsebenzi uyakwenziwa izinsuku eziyisithupha;…

ULEVITIKUSI 24

Imithetho yothi lwezibani 1 UJehova wakhuluma kuMose, wathi: 2 “Yala abantwana bakwa-Israyeli ukuba balethe kuwe amafutha eminqumo acwengekileyo agxotshelwe ukukhanyisa, ukuba izibani zivuthe njalonjalo. 3 Ngaphandle kwesihenqo sobufakazi etendeni lokuhlangana…

ULEVITIKUSI 25

Umnyaka wesabatha nowejubili* 1 UJehova wakhuluma kuMose entabeni yaseSinayi, wathi: 2 “Yisho kubantwana bakwa-Israyeli, uthi kubo: ‘Nxa nifika ezweni engininika lona, izwe liyakumgcinela uJehova isabatha. 3 Iminyaka eyisithupha uyakulima insimu…

ULEVITIKUSI 26

Isixwayiso ngokukhonza izithixo 1 “ ‘Ningenzi izithombe, ningamisi izithombe ezibaziweyo noma insika; ningabeki itshe elinemifanekiso ezweni lakini ukukhothamela kulo; ngokuba nginguJehova uNkulunkulu wenu. 2 “ ‘Anogcina amasabatha ami, nihloniphe indlu…

ULEVITIKUSI 27

Umthetho wezithembiso 1 UJehova wakhuluma kuMose, wathi: 2 “Yisho kubantwana bakwa-Israyeli, uthi kubo: ‘Nxa umuntu enza isithembiso esithile, lapho uyakulinganisa abantu kuJehova, 3 ukulinganisa kwakho owesilisa, kusukela koneminyaka engamashumi amabili…

UNUMERI 1

Ukubalwa kwabantu bakwa-Israyeli ehlane laseSinayi 1 UJehova wakhuluma kuMose ehlane laseSinayi etendeni lokuhlangana ngolokuqala lwenyanga yesibili ngomnyaka wesibili emva kokuphuma kwabo eGibithe, wathi: 2 “Balani umumo wenhlangano yonke yabantwana bakwa-Israyeli…

UNUMERI 2

Imithetho yezindawo zezizwe ekamu* nasekuhambeni 1 UJehova wakhuluma kuMose naku-Aroni, wathi: 2 “Abantwana bakwa-Israyeli bayakumisa, kube yilowo nalowo ngasebhaneleni* lakhe ngasezibonisweni zezindlu zawoyise; bayakumisa nxazonke maqondana netende lokuhlangana.” 3 Abamisa…

UNUMERI 3

Ukubalwa kwamaLevi nokwamazibulo 1 Lezi ziyizizukulwane zika-Aroni nezikaMose ngalolo suku uJehova akhuluma ngalo kuMose entabeni yaseSinayi. 2 Lawa angamagama amadodana ka-Aroni: uNadabi izibulo, no-Abihu, no-Eleyazare, no-Itamari. 3 Yilawo angamagama amadodana…