ISAMBULO 14
IWundlu nababekwe uphawu lukaNkulunkulu bemi entabeni yaseSiyoni 1 Ngase ngibona; bheka, iWundlu limi entabeni yaseSiyoni, kumi kanye nalo abayizinkulungwane eziyikhulu namashumi amane nane, benegama lalo negama likaYise lilotshwe emabunzini abo….