KWABASEKOLOSE 4

Ukuqinisela ekukhulekeni 1 Makhosi, zenzeleni izinceku zenu okulungileyo nokufaneleyo; nazi ukuthi nani nineNkosi ezulwini. 2 Qiniselani ekukhulekeni, nilinde kukho ninokubonga. 3 Nathi nisikhulekele, ukuze uNkulunkulu asivulele umnyango wezwi ukuba sikhulume…

1 KWABASETHESALONIKA 1

Isibingelelo 1 OPawulu, noSilvanu, noThimothewu kulo ibandla labaseTheselonika elikuNkulunkulu uBaba, naseNkosini uJesu Kristu: Makube kini umusa nokuthula. UPawulu ubonga ukuqala kwabo okuhle ekukholweni; wethemba ukukhethwa kwabo ngevangeli eliqinisileyo abalamukele 2…

1 KWABASETHESALONIKA 2

UPawulu ubakhumbuza ngokuhamba kwakhe okuhle phakathi kwabo 1 Ngokuba niyazi nina bazalwane ukuthi ukungena kwethu kinina akubanga yize. 2 Kepha noma sasihlushiwe kuqala saphathwa kabi eFilipi, njengokuba nazi, saba nesibindi…

1 KWABASETHESALONIKA 3

Ngothando lwakhe olukhulu uPawulu wabathumela uThimothewu 1 Ngalokho kwathi singasenakubekezela, sathi kuhle ukuba sisale sodwa e-Athene, 2 sathuma uThimothewu umzalwane wethu, isikhonzi sikaNkulunkulu evangelini likaKristu, ukuba aniqinise, anivuse maqondana nokukholwa…

1 KWABASETHESALONIKA 4

UPawulu ubayala ukuba bangcweliswe, bayeke ubufebe, bathandanise okwabazalwane 1 Elokugcina-ke, bazalwane, siyaninxusa, siyaniyala ngeNkosi uJesu ukuba njengalokho nakwamukela kithi ukuthi nifanele ukuhamba nokumthokozisa kanjani uNkulunkulu, njengalokho nihamba kanjalo, manivame kakhulu…

1 KWABASETHESALONIKA 5

Usuku lweNkosi kalwaziwa. Amakholwa kahlale elulindele kanye nensindiso 1 Kepha ngezikhathi nangemizuzu, bazalwane, anisweli ukulotshelwa, 2 ngokuba nina uqobo niyazi kahle ukuthi usuku lweNkosi luza njengesela ebusuku. 3 Nxa bethi:…

2 KWABASETHESALONIKA 1

Isibingelelo 1 OPawulu, noSilvanu, noThimothewu kulo ibandla labaseThesalonika elikuNkulunkulu, uBaba wethu, naseNkosini uJesu Kristu: 2 Makube kini umusa nokuthula okuvela kuNkulunkulu uBaba naseNkosini uJesu Kristu. UPawulu ubonga ukuthuthuka kwevangeli phakathi…

2 KWABASETHESALONIKA 2

Ukufika kweNkosi kuyakwandulelwa ngukufika komuntu ongenamthetho 1 Kepha siyanxusa, bazalwane, mayelana nokufika kweNkosi yethu uJesu Kristu nokubuthanela kwethu kuyo, 2 ukuba ningasheshi ninyakaziswe engqondweni yenu, ningethuswa noma ngomoya, noma ngezwi,…

2 KWABASETHESALONIKA 3

Izicelo nezifiso neziluleko zikaPawulu 1 Elokugcina, bazalwane, sikhulekeleni ukuba izwi leNkosi likhawuleze, lidunyiswe, njengalokhu kunjalo nakini, 2 nokuba sikhululwe kubantu abadukileyo nababi; ngokuba ukukholwa akusikho okwabo bonke. 3 Kepha iNkosi…

1 KUTHIMOTHEWU 1

Isibingelelo 1 UPawulu, umphostoli kaKristu Jesu ngomyalo kaNkulunkulu uMsindisi wethu noKristu Jesu ithemba lethu, 2 kuThimothewu, umntanami ngesiminya ekukholweni: Makube kuwe umusa, nesihawu, nokuthula okuvela kuNkulunkulu uBaba nakuKristu Jesu iNkosi…